Khathini Khathini

Khathini Khathini

Share

Usendaweni efanele ke la phila nathi sphile nawe

30/04/2026

Unenkinga mali ayibekeki ayihlali awiboni shonaphi nenhlanhla yayo awunayo unebhadi emalini... Muthola mali yenza mje thatha phepha elilodwa uyendlini noma ngabe semqashweni as long as uhlala khona ufike layithe red candle uthathe mlotha ngaba owomlilo or lothengwayo Holly Ash uthatha le spice abathi Nutmeg leso spice siwumuthi wenhlanhla ebhekene nemali ngqo maslikhanya ngakhandlela likokelezele ngamashumi bese uhlala phansi eduze kwalo uthele lomlotha emalini eyiphepha ufake half teaspoon wale NutMeg spice bese ushukusha engathi umuntu eshuka nsangu yakhe ayithenge ngemali yakhe uthi ushukusha ukhulume namakhehla akini uthi hambani nozama imali ningancengi kodwa ningabulali muntu kodwa phumani njengamadoda nilwele impilo yami ningzamele imali yini nahlala nathula isimo sami nisbona hambani nozingela mali kungalanjwa ekhaya futhi imali esenizamile ningavumi iphele ingenzanga lutho olubbekayo ingathi miphuma ihambe ingabuyi mayihambe ibuye noma ibolekiwe ayibuye usho ukhulume ngancengo qede wibeke eduze nenkhandlela lemali ulicish wiyeke ilale khona suyoyisusa ngaksasa namashumi akho sungawasebenzisa as you please but njalo muthole imali thatha nje noma R50 iphepha wenze kanje ngeke iphinde ikuphunyuke imali.

30/04/2026

Ngathi kuwe wena onenkinga yokukhwehlela intwengapheli nonenkinga yesfuba thatha lento ebakwi Briyani mix eyinkanyezi ibizwa nge Star Aneseed wibilise wiphuze kota ye glass ekseni emini nantambama uyozizwela wena yehlisa u Acid egazini ukwelhla kwa Acid kubuyisa nokuvuka kwepipi yehlihlisa nokuqunjelwa ukusongelana yenze kugayeke kahle ukudla esisiwini uyeke ukusuza nokushipha isfuba sivuleke kahle kwehle or kuphele asthma kuye nokuthi bisikuxine for how long....asebengazi uzobezwa kuma comments no Grade R questions please abaphile abantu... Video on my TIKTOK Account Khathini

30/04/2026

Susa sonke leso sinyama esimi endleleni yakho ngale mixture le 1 spoon of salt any salt akukhethi intencane kamanyazini (Potassium Permanganate) iyatholakala zonke izitolo even Checkers ufake 4 spoons of Spirit emanzini afudumele angango 5lt bese uyageza awifaki nsipho futhi awukhulumi mugeza ngako and ugezela endlini lawuhleze gezela khona vele. Le mixture uyenza 3 days kulandelana uyihlanganisa kanjena ku 5lt each time muzogeza hey asebeyisebenzisile kukhulu asebekubonile ivula namaphupho iveze izitha zizisukele kuwe ivule inhlanhla okunye suyokuzwa ngabasebeke bayenza bazovela kuma comments ungadideki mixture le is originally mine omunye weyebile post kimi ubufakazi hamba uyobukela video yam ku TIKTOK zoythola sebenzisa leshandisi uqaqe amafindo kubuye nhlanhla owazalwa nayo.. Uyasula muqeda ukugeza ungayenzi ukuma Periods respect it and asiyiphuzi asphalazi ngayo so no grade R questions pls

24/04/2026

Khathini Products. Izinsipho ezakhelwe ukususa isinyama nezenhlanhla nokubanogazi ubenenhlanhla yemali nemizamo yakho yemali nomsebenzi kuphumelele

23/04/2026

Ngyabonga kakhulu ngokuhlanganisa inkulungwane yabalandeli 1000 followers

17/04/2026

Lalela ke wena muntu othand zinto zamahhala nans enyinto yamahhala Uzama ukuba pregnant akuvumi kade wawuvul kiwi usakaza imlenze omuny uzuphume ngewindi bengena akumitheki nawe ndoda kade wawungena kuma kiwi ezdudla ungena kwizilenda uvuk ekseni kubuhkungu isinye islenda sikuqedile ngalethambo laso eliqumbile kodwa lutho ukumithisa. Thathani ama cloves wafake bhodweni boil them wenze abe srong uphuze full zombie glass everyday ekseni bese emini uphuza umuthi okuthiwa wugobho wona uzohlakaza igazi isinye sibelula to conceive and wona wuphuza njalo masekuza amalanga akho Periods ukuze isinye sihlanzeke sibelula. Wendoda sebenzisana nalowo muntu wakho enze lokungenhla wena uphuza muthi okuthiwa yinguduza noma hlanganisa i star aneseed with cloves ugalele uphuze emva kwaloko kophela ukuba yiqhude zoshukane zishukene no 3 wama round kobayinto oyilamanisa ungasukanga... nilalane ke nibe ready for ukondla nibeke mali yama napkins

13/04/2026

Vula nhlanhla zakho pls enza as kuchaziwe ungabuzi okunye ungafaki oksuke nhloko yakho enkulu

13/04/2026

If bekuvalele nhlanhla zakho
Enza le mixture as it is unga edi ongashiwongo please

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Johannesburg Central?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address

Johannesburg Central