Kha7Light
Business Administration || Tutorials || Sport || Entertainment || Skin Care Products || Music || News Updates
Kha7Lightπππ
Phakel'uMthakathi explaining about the meeting they had with the President ...
01/07/2026
EZIHAMBA PHAMBILI...
UNobhala weANC, uMnumzane Fikile Mbalula usegxeke owayenguMongameli weZwe nosenguMongameli weqembu iMKP, uMnumzane Jacob Zuma ngokuvakashela kwakhe u-Ajay Gupta, uthi uMbalula kufanele ngabe uZuma wazisa uhulumeni ukuthi abakwaGupta bakuphi, ebasola abakwaGupta ngokuthi yibona abawise izwe baphinde babhozomela namandla ombuso waseNingizimu Afrikha.
UMnumzane uMbalula konke lokhu ukusho ngemuva kokuba uPresident Zuma evakashele iThempeli lamaHindu elibizwa ngokuthi yi-Siddhpeeth Shri Dakshin Kali Mandir elisendaweni eyaziwa njengendawo engcwele ebizwa ngokuthi i-Haridwar, ese-India. Kubikwa ukuthi kulendawo ubekanye nabakwaGupta, kanye nezinye izikhulu zephalamende ezifana noMnumzane Mzwanele Manyi.
Baningi asebegxeke lesisenzo sikaZuma, njengoba nowayenguNobhala waqembu iMKP, uMnumzane Floyd Shivambu esesigxekile lesisenzo, waze wagcizelela ngokuthi akubanga yiphutha ukusuka kwakhe kwiMKP avule iqembu lakhe i-Africa Mayibuye.
Landela ukhasi lethu ukuze ukwazi ukuthola okuqhubekayo ngaloludaba ...
01/07/2026
Bese kuba uStella Jacobs. Bafethu lengane inekhono π₯π₯π₯β€οΈβ€οΈβ€οΈπ₯Ί
29/06/2026
KUNZIMA...
Lobaba uhlala e Delft, kuthiwa uzwe kuthiwa izigebengu zibulale umshanakhe e Mpelazwe e Samora Machells
Ube esenikela khona njengomalume, Kanti naye uzothi efika nje endaweni engakafiki nakuso isidumbu sikamshana naye wabanjwa inkunzi wagwazwa washona
EZIHAMBA PHAMBILI...
Siya ngokuya isimo siyadlondloba eKZN.
Sizolokhu sikwethulela okwenzakalayo ...
NEW TRANSFARES AT ORLANDO PIRATES
Season 2026/27
Goodbye Sipho
Welcome Neo
28/06/2026
EZIHAMBA PHAMBILI...
Umdlali odlala esiswini (Midfielder), uSipho Mbule obedume ngelika MasterChef nobengumdlali weOrlando Pirates, useseqenjini lase-Iraq, iZakho FC.
Lomdlali oneminyaka engu28, siyakhumbula ukuthi ubegijima kwiqembu lamaBhakhaniya ngeSeason edlule.
Ngabe lokhu kungukulahlekelwa kwezimnyama βοΈ
Nokho siyamhalalisela uMasterChef ngekhaya lakhe elisha.ππΏ
28/06/2026
28/06/2026
Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! PK Rashidul, Blu Brown, Merlinda Aregadas
Click here to claim your Sponsored Listing.
Contact the business
Telephone
Address
3886
