Indali yezinkomo

Indali yezinkomo

Share

ANIMAL FEED AND LIVESTOCK. YOUR ANIMALS LOOKS FRESH WITH FEED MADE FROM NATURAL HERBS KZN UMGABABA EMGOBHOZINI AREA. CALL 0719534424

17/07/2026

Kungekudala bazoba befuna amazinyane lapho wena uthenge inkunzi wathenga izimanzi. IZIMBUKE LEZI BAZALWANE AKUZONA IZIKLABHU CHAA ILEZI ZE SINTU.
0719534424

17/07/2026

IMFUYO YAKHO NGISHO UNGAJOVA UZE UME NGE DIDI ETSHENI NGEKE INONOPHALE UMA INJER NGAPHAKATHI. UMUTHI KUPHELA OKWAZI UKULWA NALESIMO. Inkomo iwudla ne FEED
0719534424

17/07/2026

NI READY YINI FOR LOSHUNI UMA SEKUPHELE UKWAKHIWA KWAMA FRIGDE?

17/07/2026

SIYANICELA BAKWETHU UMA UNGAKAZE UFIKE LANA PLEASE ANGEKE THINA SITHI FAKA IMALI UNGASAZI UNGAKAZE UFIKE LANA. SIBUHLUNGU NGABANTU ABAFUKA LANA SEBEDLIWE. Kodake asimdabukeli osuke kade buza kuma comments imibuzo ngoba I number yethu icacile.

0719534424

17/07/2026

FIKA UZOFAKA I ORDER LAKHO LAYIKHAYA NGQOO . Uma bethi faka imali ungakafiki layikhaya kushuthi uyabanjwa lapho akukhona kwa NJONJO LIVESTOCK. Abantu asebe ma customer amadala layikhaya aba faka ama order ngo cingo. Please.

0719534424

17/07/2026

SO MAMJE BAFUYI NIBONA UKUTHI KUFANELE WENA UKHIPHE 40k uthenge inkunzi bese udayisa ama nkonyane , iyayenza umqondo lonto noma mhlampe kunabantu asebe shintshe indlela endala yokuthakatha bayenza isimanje? Senithakatha ngokuthi umuntu afukuzele nina mhlampe.

16/07/2026

MINA NGIYACELA UNGIBUZE NGO MUTHI UMA IMFUYO YAKHO INENKINGA HHAYI NGOMJOVO ANGIYINANI AGENT YABAMHLOPHE PLEASE . BAKHONA ABANTU ABAPHUSHA I BUSINESS LABA MHLOPHE BANINGI LAA KU FACE BAHLALA BENI CEBISA NGEMI JOVO. Thina selapha ngokudla okuxutshwe nama khambi

UMUTHI UVULA INHLIZIYO NGENKANI UMA USU GQUMISE NJENGO TSHWALA I FEED YAKHO YABILA
0719534424

16/07/2026

WORMS🪱
PIRASITES
ULCERS
INYONGO (UMKHONYWANA)
LUNGS PROBLEMS
IMMUNITY
MINERALS
ITAMINS

OUR GEED MEDICATED NATURALLY COMES FROM HERBS
TREAT AS YOU FEED🌿
0719534424.

UMA UBONA ISIKA NJENA SISUKE SESI GQUMILE EMGQONYENI SAFAKA AMANZI YABILA NJENGO TSHWALA BESE IBA MNANDI KAKHULU KE EMKOMENI MASINJENA NGIBA ISUKE ISIBILA ISIMUNCU KAMNANDI. Wena thenga isi gubhu sa tiligi owmanzi bese uyangithinta ngoba loku okunye konke kukhona kwi feed.

16/07/2026

ABANTU ABAFUNA IZIMBUZI NGE MALI ENGCONO ABAHLANGANE BABE BABILI NOMA 4 bese befaka order lika 20 ukuze bonge imali.

Uma ungelona I Customer lethu kufanele ufike oayikhaya uzofaka order ukhokhe. But ama customer ethu uyalifaka ngocingo ukhokhe nge bank ufike islands in 3days.

Imisangano lena engezwa ethi ifuna ukufika nemali ikhokhe ilayishe sametime kulungileke woza uzozibalela u 2600X20 ukuthi malini . Koda nawenza loku okushiwo yimi uzozithola ngo 1950.

16/07/2026

SANIBONA WE BANTU BEZI NKOMO ZOKULOBOLA🤣🤣🤣🤣😂😂😂KUSUKE KUSE NDALININI KE LAA NIYEZWA?

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Amanzimtoti?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Telephone

Website

Address


Amanzimtoti

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00