Felemntwini HERBS

Felemntwini HERBS

Share

FELEMNTWINI NATURAL PRODUCTS
1,Silapha lonke uhlobo lwezifo
2,Ukubuyisa isthunzi ekamereni
3,Ukungen

11/07/2024

KWENZIWANJANI UMA KUKANJENA? NGIBUZA NGOBA LENTO IYENZEKA AND NGINOBUFAKAZI BALOKHO!

25/03/2023

U-ELIJAH MHLONGO UYEKA UBUNYANGA WAMUKELA UBUNAZARETHA.

Ubufakazi kwababona uShembe uMqaliwendlela ngeminyaka yawo 1910-1935.

1."Igama lami ngingu Elijah Mhlongo. Ngangihlala Ottawa ngase-Verulam, ngisebenza njengeMfolomane epulazini lomlungu owayebizwa ngokuthi uNyoniyandiza.

2.Kwakukhona abantu baseKuphakameni ababesebenza lapho. Uma begula, babengafuni ukulashwa ngemithi.

3.Ngakho-ke ngangibazonda ngoba mina ngangiyinyanga, bengayisebenzisi imithi yami, mina ngisonta emasontweni abelungu.

4.Uma amaNazaretha efuna ukudumisa, ngangibenqabela, kodwa baqhubeke ngenkani benze inkonzo yabo.
5.Ngamshaya uMshumayeli wabo uGulakudeni Nduli ngaphandle kwesizathu ngoba ngiwazonda amaNazaretha, ngingawafuni neze!

5.Ngathi uma ngimshaya, uNduli waphendula wathi: “Uma ungishaya, uzixabanisa noShembe”. Nami ngamtshela ukuthi: “Ngalenkolo yenu nithatha abantu bami ngoba anifuni abantu benu bathenge imithi!”

6.Ngelinye ilanga ebusuku, ngezwa abantu beza emzini wami behlabelela isihlabelelo esithi: Waqala izitha Waqala uKuphakama Waluthinta ushabalwezwe. Waluthinta unakane lwezwe Webadedele Wolucima ngani.”

7.Lengoma yangethusa kakhulu, ngezwa ukuthi lesi isihlabelelo ngesase Kuphakameni. Ngesaba ngamboza ubuso bami.

8.Ngase ngizwa umuntu engqongqoza emnyango; wangibiza ngegama lami lobunyanga wathi: “Malingakwenzeke, namuhla umsebenzi wakho wobunyanga uphelile.”

9.Washo kabili ngephimbo elipholile nelesabekayo, engangingalazi. Ngethuka kakhulu. Angizange ngilale kwaze kwasa.
10.Kwadlula izinsuku eziyisithupha emuva kwaleso sigameko. Kwathi okwesibili ngilele ebusuku kwafika indoda ihamba namantombazane amabili egqoke izingubo ezimhlophe.

11.Ngazibona ngihlezi ngaphambi kwendlu yami phansi kwesihlahla somkhiwane lapho engangichithe imithi yami ngoba kwakunamadoda amabili ayefuna ukuthenga imithi kimi.

12.Ithe uma le ndoda iqhamuka, yathi: “Siyakhuleka, Malingakwenzeke.” Amantombazane amabili ayephahle le ndoda egqoke izingubo ezimhlophe embozile ekhanda ngendwangu emhlophe.
13.Le ndoda yangibingelela yase iyathula. Kwakhuluma enye intombazane ayehamba nayo, yathi: “INkosi iyakubuza ukuthi laba bantu abaphambi kwakho bafunani?”

14.Angizange ngiphendule ngoba ngangesaba. Ngase ngibheka lendoda ephakathi kwala mantombazane. Ngehluleka ukumbheka ebusweni ngoba wayecwebezela njengefasitela.

15.Ngase ngithi kula madoda amabili ayezothenga imithi: “Hambani, nibuye kusasa.” Ngase ngiyibuka futhi le ndoda ephakathi kwamantombazane.

16.Yayisibukeka manje, isifana nomuntu. Yathi kimi: “Tshela la madoda ahambe unomphela, angabuyi lapha kusasa ngoba le mithi ayisekho kuwe.”

17.Ngithe ngisalalele lokho kukhuluma, waqhubeka wathi: “Unecala, ngizokubopha e-Verulam ngoba ushaye abantu bami ngokuthi abayisebenzisi imithi yakho.”
18.Ngase ngiqonda kahle-ke manje ukuthi le ndoda nguShembe. Waphakamisa isandla sakhe wasibeka esifubeni sami.
19.Wanika enye intombazane ayehamba nayo ubhoko lwakhe. Yase ingibuza le ntombazane:

20.“Uyasazi ukuthi singobani thina?” Ngaphendula ngathi ngiyazi ukuthi uMfundisi waseKuphakameni lo.”
21.Yathi: “Cha, akasiye uMfundisi, unguMphrofethi kaThixo. Njengoba sewazi ukuthi unguMphrofethi, ngeke usaba yinyanga kusukela namuhla.”

22.Yaqhubeka le ntombazane yathi: “INkosi yaseKuphakameni ithi shiya umsebenzi wakho wokuba imfolomane epulazini wamukele ukuba uMshumayeli, akukho muntu oyakwephuca wona ngaphandle kweNkosi yaseKuphakameni”.
23.Kuthe uma isiqedile ukukhuluma le ntombazane, uShembe wabiza enye intombazane, wathi: “Volo Mntungwa!” Yesabela. INkosi yathi:

24.“Tshela le ndoda ukuthi umsebenzi wakhe wobunyanga usufike ekugcineni. Ngimupha manje umsebenzi wokuba uMshumayeli kuphela. Ngizomthumela ayokwelapha ebandleni lami”. Lentombazane yawedlulisela kimi la mazwi.

25.Ngathi uma ngibheka ubhoko oluphethwe ngenye intombazane, kwavuleka umgodi omncane ngaphansi kwalo.

26.Kwaphuma intuthu kulo mgodi yaze yafika ezinyaweni zentombazane. UShembe wayesethi kuyo: “Mtshele ukuthi siyambiza ukuba eze emhlanganweni wamadokodo eKuphakameni” Yangitshela intombazane njengoba sekushiwo.

27.Ngase ngizwa uVolo ehlabelela ingoma ethi: ‘Ngowela ngijabhile Emfuleni waseHuze Ngaphesheya kwawo he! Ngoyamukel’ intokozo yami.’ Bobathathu bahlabelela le ngoma kamnandi ngamaphimbo apholile. Base bayanyamalala, ngasala lapho esihlahleni.
Izikhwama zami zemithi ngangizichithe phansi. Ngafikelwa ukwesaba njengomuntu oboshiwe.

28.Ngazibona sengiphonseka kulo mgodi owawukhanya, ushisa kakhulu. Ngase ngifile ukujuluka sengimanzi te.
29.Ngakhala, ngezwa nezikhwama zami zemithi zikhala, zazisha. Zazikhala njengabantu, zijikajika kulo mgodi.
30.Ngaphaphama lapho, ngavuka. Ucansi engangilele kulo lwase lumanzi te umjuluko.

31.Ngawatshela amakhosikazi ami ekuseni ukuthi besengifile ngiboshiwe uShembe. Bamangala ngoba nabo bazibonela ucansi lumanzi umjuluko.

32.Ngase ngithi kubo: “Asihambeni njengoba uShembe uthe asihlangane ngomhlangano wamadokodo eKuphakameni.”

33.Unkosikazi wami omdala wavuma ukuhamba kodwa lo omncane wenqaba wathi: “Uzokwenzenjani ngale mithi ngoba ebandleni likaShembe imithi ayisetshenziswa.”

34.Ngaphendula ngathi: “Ngitsheliwe ukuthi ngeke ngisaba yinyanga yemithi, sengizoba uMshumayeli waseKuphakameni, ngiyothunywa ngiyophilisa abantu ngomthandazo kuphela. Ningangabazi, asihambeni siye khona basibhabhadise.”
35.Sahamba saya emhlanganweni wamadokodo eNtanda. Ngalolo suku, ngambona uShembe okukuqala ngamehlo enyama. Wayehlezi eduze nendlu eZibone ekhuluma nabantu ababemlalele.

36.Wayesethi: “Ngesikhathi uNkulunkulu engithuma, ngangingathandi ngoba ngangisemncane. Nani anithandanga ukuthunywa ngenkathi nginibiza endlini yakini. Nilalele kahle manje ngoba senize nafika lapha. Manje angikho lapha. Ngihambile ngayobiza oyihlo nonyoko, abafowenu nabodadewenu. Sebefikile abanye.”

37.Ngangithi uxoxa indaba, kodwa kwathi uma sengilalela isikhathi eside, ngabona ukuthi wayeshumayela. Ngathi uma ngimbheka , ngabona ukuthi yiyo le ndoda eyafika kimi ekhaya kwaNyoniyandiza.

38.Ngithe ngisacabanga ngaleyo nto, wangibiza, wathi: “Sewufikile?”
Ngesaba ukuphendula. Wayesebiza uMemela wathi kuye: “Awubuze le nyanga, uMalingakwenzeke, ukuthi ubashayelani abantwana bami?” Angizange ngiphendule, ngesaba ngoba wangibiza ngegama lami wathi: “uMalingakwenzeke.”

39.Wayesengibuza ukuthi ngivelaphi. Ngasho ukuthi ngisuka endaweni okuthiwa iNyoniyandiza. Wathi: “Ukhuluma iqiniso ngoba ngikulande khona.

40.Unamakhosikazi amangaki? Ngathi: “Mabili”. Wayesethi: “Cha, iyodwa lena enye izokushiya namuhla. Uma uphindela ekhaya, uyomfica esemi ngezinyawo ehamba. Ungamaleli, akahambe.

42.Sizokunika amanye amakhosikazi lapha eKuphakameni. Umnike ngisho imali yokuhamba”. Nebala, ngathi ngifika ekhaya, uMaZulu wayeseqoqe izimpahla zakhe, bangitshela ukuthi: “Unkosikazi wakho uyakushiya.”

43.Ngathi kulungile akahambe, iNkosi yami vese ingitshelile ukuthi lonkosikazi uzohamba.

44.Bangibuza ukuthi ubani iNkosi yakho. Ngathi uShembe. Ngamnika imali yokuhamba. Wahamba nomntwana embelethe emhlane wakhe.

45.Kuze kube inamuhla angimazi ukuthi washona kuziphi izinkalo. Yizo-ke lezi izindaba zikaShembe. Ngazishiya kanjalo izikhwama zami zobunyanga." Amein.

20/03/2023

Camagu
Thokoza
Makhosi
Lesedi

🔺IDLOZI LAMANZI🔺

✅Umndawe
✅Inzuza
✅Amanono
✅Isithunywa samanzi
✔Idlozi lamanzi linolaka li clean, alizwani nokuncola
✔Abaningi abanalo yilaba abazalwa bembethe

🔺IDLOZI LENTABA 🔺

✅Umfembo
✅Umdiki
✔Idlozi lentaba ligangile ngoba uyakwazi nokugedla nokuthakatha

🔺ISITHUNYWA 🔺
Sihlukene kaningi
✅Isithunywa samanzi
✅Isithunywa sezulu
✅Isithunywa sentaba
✔Kuyenzeka ube nezimbili, naso asizwani nokuncola

🔷AMANONO🔷
✔Unesithunywa nedlozi lakhabo mama
✔Unabalozi futhi
✔Uzoba ugobela futhi
✔Unogazi ebantwini uma ungumuntu weslisa ugazi luphezulu kubantu besfazane, bayakuthanda
✔Isithunzi awungeneki kalula
✔Uba nomoya ozothile
✔Unamandla kakhulu ngoba kuhlangene amadlozi anamandla kuwe
✔Uba nenhlanhla emangalisayo uze uzibuze ngayo ukuthi iqhamukaphi
✔Uba nanedlozi ekuthiwa IGIDANDLINI , elenza abantu besifazane bakuhalele
✔Uligade liyafebisa , ngizochaza ngoMdawe ngokuzayo

👏USHEMBE anibusise aniphephise ezingozini , animbathele usizi lwenu👏

16/03/2023

Amaphupho nencazelo

🧚Ukuphupha ulunywa yizinja🙏kusho ukuthi uzoboshwa

🧚Ukuphupha ukhokothwa yizinja🙏kusho ukuthi kukhona izinkulumo ezimbi ozozizwa ezengawe

🧚Ukuphupha ujahwa yizinja zingakufici🙏kusho ukuthi kunomuntu onomona akangafuni uphumelele

🧚Ukuphupha izinja izikhonkothwa ubala🙏kusho ukuthi kukhona abahlangene ngegama lakho

🧚Ukuphupha amangundwane 🙏kusho ukuthi nizongenelwa yizingebengu noma uthakathi

🧚Ukuphupha izinyoka 🙏kusho izitha ezisondele

🧚Ukuphupha inyoka enkulu njengehlwathi🙏kusho ukuthi uzothwasa

🧚Ukuphupha inhlwathi ikudlalela ish*tsha umbala🙏kusho ukuthi uzoba nenhlanhla kukhona Okuhle ozokuthola

🧚Ukuphupha umlotha🙏kusho ukuthi ubangwa izindalwa zakhini nezakubo mama

🧚Ukuphupha umlilo🙏kusho ulakha lwabaphansi

🧚Ukuphupha ulwandle lunamangangasi 🙏kusho ulakha lwabaphansi

🧚Ukuphupha amanzi abilayo🙏kusho ulakha lwabaphansi

🧚Ukuphupha insimu 🙏kusho ulaka lwabaphansi kusuke kukhona ozodlula emhlabeni

🧚Ukuphupha isibhakabhaka susihle 🙏kusho ukuthi unesithunywa

🧚Ukuphupha usemaweni phezulu kwawo🙏kusho ukuthi unesithunywa

🧚Ukuphupha undiza ngemoto 🙏kusho ukuthi unesithunywa

🧚Ukuphupha ubhuloho🙏kusho ukuthi unesithunywa

🧚Ukuphupha indamu🙏kusho ukuthi unesithunywa

🧚Ukuphupha ijoyini yesonto🙏kusho isithunywa

🧚 Ukuphupha uthandazela Abantu 🙏kusho isithunywa

🧚Ukuphupha izinhlobo zesiwasho🙏kusho ukuthi unesithunywa

🧚Ukuphupha usebhalonini lindiza🙏kusho isithunywa

🧚Ukuphupha uwa usuka phezulu ushawe uvalo uphaphame 🙏kusho ukuthi isthunywa sakho siyakuxayisa

🧚Ukuphupha ufunda esikoleni🙏kusho ukuthi kukhona ongakwazi okumele ukwazi ngethonga

🧚Ukuphupha ubhala usesikoleni 🙏kusho ukuthi unobizo lwentwaso

🧚Ukuphupha ufundiswa nguthisha 🙏kusho ukuthi kukhona ubizo okuzobakhona kuwena uzothwasa

🧚Ukuphupha ufeyila🙏kusho ukuthi kusamele ufunde kabanzi awukazuphumelela

🧚Ukuphupha uphasile kusho 🙏ukuthi undlulela esingabeni esisha sempilo

25/02/2023

Amaphupho nencazelo zawo
🙏👁️‍🗨️
🕎Ukuphupha ikhukhula🌀kusho ubunzima bempilo obuzayo
🕎Ukuphupha kundilika indlu 🛐kusho ubunzima bempilo obuzayo kuwena
🕎Ukuphupha induku yethusi✝️isuke ifunwa yisithunywa Sakho sasikukhombise ukuthi elinjani kukhona elibomvu nele siliva
🕎Ukuphupha unezinwele ezinkulu💇kusho ukuphakama kwamandla ikhakhulu mawuthwasile noma usebenza ngesithunywa
🕎Ukuphupha ungunda Zonke inwele💇kusho ukwehlelwa Amandla noma ukwehliswa kwamandla
🕎Ukuphupha ijoyini enenkanyezi✡️kusho ukuthi isithunywa Sakho sifuna enjalo kumele uyithungise
🕎Ukuphupha isiphambano esimunyama✝️kusho ukuthi inkolo yobusathane iyakungena
🕎Ukuphupha I cell phone📱📲kusho inhlanhla
🕎 Ukuphupha ukhuluma me cellphone 📱kusho ukuthi uxhumana nesithunywa sakho
🕎Ukuphupha uxova undaka💯kusho ukufa⚰️
🕎Ukuphupha kuphahlekwa indlu =ukufa⚰️
🕎Ukuphupha umoba uwundla🌿kusho inhlanhla
🕎Ukuphupha ulinyiwe umoba🌿usho inhlanhla
🕎Ukuphupha ujam uwudla🥫kusho inhlanhla
🕎Ukuphupha ibhokisilomngcwabo⚰️kusho ukuthi kukhona okufihliwe ongakwazi
🕎Ukuphupha amajoyini esonto💯unesithunywa
🕎Ukuphupha umunenke🐌🐚kusho isichitho
🕎Ukuphupha ufundu🐢kusho ishwa ibhandi kondwa
🕎Ukuphupha inkalankala 🦀kusho inhlanhla
🕎Ukuphupha ufishi 🐟🐠🐳kusho inhlanhla
🕎Ukuphupha izulu Lina kakhulu unetha🌧️🌧️kusho ukuthi uzokhala yizinyembezi lezo
🕎Ukuphupha izulu likhemezela🌧️kusho ukuthi uzojabula kuyisibusisolokho
🕎Ukuphupha isaqhotho🌨️🌨️kusho ukuhlupheka okuzayo kuwena
🕎Ukuphupha udla🍝usuke undliswa ngesilwane
🕎Ukuphupha impuphu🍚kusho ithonga elihle
🕎Ukuphupha ucela isitisweet🍭kusho inhlanhla
🕎Ukuphupha amakhekhe🍪🍩kusho ukuthi indalwa zicela ilandi
🕎Ukuphupha isinkwa🍞kusho ukuthi indalwa zicela itiye
🕎Ukuphupha isikwa esi brown🍞bomile okhokho kumele ubangayele
🕎Ukuphupha iwayini🍾kusho ukuthi kunomcibhi ozokwenzela wona kungaba yiphathi
🕎Ukuphupha utshwala🥃🍺🍻bomile okhokho ngaya sebeyacelela
🕎Ukuphupha undla ama fruit 🍐🍏🍒🍌kusho ukukhulelwa
it

23/02/2023

18+ PLZ......
Imithetho yokuvakashelana .
1.ufika uma ubiziwe ntombazane.
2.Mfana fakela intombazane imali
yokugibela uma kumele ikuvakashele.
3.Naka indoda ntombazane uyekele I TV
4.mfana kuyacika ukuthi nilokhu nibukana
emehlwen nesthandwa sakh uma
sikuvakashele thengan iwine or whisky
nizijabulise.
5.Mfana yekela ukuthanda ubuthongo
uma uvakashelwe.
6.Mfana intombazane iyavuswa ebusuku
nibhebhane ayi ulokhu usaba
uphenduka into engapheli kanjalo naw
ntombazane.
7.Ntombzane vuka ekuseni ugeze
phela uma kad ulele nendoda engashayi u
10 ekusen unuka ipipi. Futhi tshela
indoda nigeze nobabili ukuze uzomupotoza
ipipi aqhanyelwe nibhebhane emanzini.
8.Kumele umuntu wesifazane uma
evakashele indoda ethole noma amaround
awu 7 or 8 uma uvakashelwe iweekend.
Ipipi liyamuncwa amasende ayadlaliswa,
ipipi liyafakwa phakathi kwamabele indoda
ibhebhe isfuba nawe mfana isbumbu
siyadlaliswa, uyikope intombi yakho
uphinde umunce ubhontshisi noma
amalebe.
9. Mantombzane niqaphele amakhanda
enu ayanuka manje ubonaka indlela olala
ngayo nendoda yakho kungenzeka ivuke
isiqulekile .
10. Mfana intombazan iyathengelwa izinto
ezimnand uma uvakashile ayi
uyiphekise or idle amasi amanyala lawo.
11.Ntombzan washela ukline ukuze
indoda yakho uyenze iphinde ithande
ukukubiza futhi
12.Ntombazane zichome epipini ufende.
indoda iyagitshelwa ayi ulokhu ukopa
amafinyila ubheke phezulu nkukhu ndini
13.Naw phela sistaz musa ukulokhu
uzikhalisa engathi uzwa amanandi
mawungezwa nje awuzwa luth fodo finish Futhi khala nje kancane ungakabalasi
umqhathe nomakhelwane.
14.Nawe mfana ukuth intombazan iyakhala
akusho ukuth uyakwazi ukubhebhana
mybe isuke ijabulisa wena
15.Mantombazan niyigade I Dog style
abafana bayakokozelana la ngaphandle
bebona lezizinqe zenu engathi
ezempungushe.
16.Mfana intombazane iyaphiwa imali
uma kade ikuvakashela isebenza noma
ingasebenzi, ungayniki intombazan imali
mas isetaxin or phakath kwabantu inikeze
endlin ukuz izokhalaza kahle uma incane
or iningi kakhulu .
17.Bafana khiphani imali bo bese liyini nje i R1000 or uR500 unika isthandwa sakho kade
sikuchamisile

21/02/2023

Amaphupho ngezinyoni 🕊️🐦

Ukuphupha amajuba🕊️🕊️ethule ebheke ngakuwena:kusho Inhlanhla enkulu ezakuwena

Ukuphupha amajuba endiza 🕊️🕊️Kahle ngobuningi:kusho ukuthi uzophakama empilweni kubika ukubusiseka

Ukuphupha ijuba uliphethe ngesandla🕊️lokho kusho ukuthi uzobusiswa ngokuphiwa umtnwana

Ukuphupha amajuba esehokweni emaningi🕊️🕊️🕊️:lokho kubika ukuthi uzoceba kakhulu empilweni YAKHO

Ukuphupha izinkonjane🐦🕊️🐦:lokho kubika ukunotha kakhulu

Ukuphupha izinkonjane zindiza kamunandi:lokho kubika ukuthi uzophumelela ngokwempilo

Ukuphupha isindleke senkonjane:lokho kusho ukuba nenhlanhla enkulu kusho ukuthi uzobusiseka

Ukuphupha ukhozi luhleli:lokho kusho ukuba nenhlanhla enkulu

Ukuphupha isikhova:lokho kusho ukuthi kukhona icala elizokwehlela 🦉

Ukuphupha ilulwane :kusho ukuba nomungani ongalungile kuwena uzenza umuntu omuhle mayenawe Kanti unenda engasuks kuwena akukhulume Kabi🦇

Ukuphupha insingizi lapho :okwazikusho ukuthi kukhona Okuhle ozokuthola libika Inhlanhla enkulu lelophupho

Ukuphupha uthekwane:yiphupho elibi kakhulu lelo kukhona akangadla ngesinyama

Ukuphupha uthekwane ungena ekhaya:lokho kubi ukuthi kukhona abazama ukungadla ngezulu

Ukuphupha iviyo lezinyoni:liyibika lokuphakanyiswa ngokwempilo

Ukuphupha isidleke senyoni kunama nqanda :lokho kusho ukuthi unenhlanhla enkulu usuke uzophumelela kakhulu ngokwempilo

Ukuphupha amangwababa:lokho kusho ibhandi alikho Lihle leliphupho lisho okubi kodwa

Ukuphupha impi gogo ivula isisila :lokho kubika ukuthi kukhona Okuhle okuzokwehlela yiphupho elisho Okuhle kodwa

Ukuphupha impigogo indiza izeyongena emafini:lokho kusho ukuthi uzophakama kakhulu konkwenzayo

Ukuphupha impangele ungijima noma uzama ukuyijaha:,kusho ukuba nethonga labalozi lokho

Ukuphupha impangele indiza :lokho kusho ukuthi kumele uyokhuphula ithonga lakho

Ukuphupha amaphupu enyoni:lokho kusho ukuthi okwenzayo kuya empumelelweni

Ukuphupha amankakane endiza phezukwakho:kusho ukuthi unezitha eziningi ezingaphezulu kwakho libi kakhulu ......

21/02/2023

Camagu
👏AKE NGIKUHLOLELE MAHHALA👏

🌼Last three digits of your number 🌼

0: unothando nenhlonipho, nentobeko
1: unesiphiwo eg: indlozi, isithunywa
2: unenhliziyo encane, udinwa manje
3: awubathandi abantu abaningi futhi awuzwani nesiphithiphithi
4: unothando oluningi uyazikela kakhulu
5: uyakwazi ukubekezela ubekezela noma sekunzima
6: uyashesha ukukhala nokucasuka, udinwa ubala!
7: awuzwani nokukhuluma njalo nokuphindaphinda into eyodwa
8: unedlozi Kanye isithunywa
9: bathi abantu awuhloniphi ukhuluma nomakanjani futhi awuncengi

FOR MORE INFO 0799 581 467 OR 0671145336

BY DR FELEMNTWINI 💜💙💚

20/02/2023

👏👏👏
Namuhlanje akesikhulume ngomuntu odlisiwe ngentando ngifuna ukuveza kancane iziphawuzakhe.

ebona imiss call efonini uboleka ngisho Imali yokumfonela.

uyatatazela ashawe uvalo afune ukukhuluma endaweni engenamuntu.

wathethiswa yisithandwa sakhe kuxolisa yena uzibona ukuthi uyena onephutha.

athandane nomunye umuntu uyethuka kube ngathi uyambona ukuthi wenzani.

ukhulume ngomuntu wakhe kuyena uyamutshela njengoba Indaba injalo

ekewazama ukumala uzibona engelutho afune ukuzibulala angalali ebusuku nokudla akungeni uhlale ekhala .

ukuba yedwa endlini makuthiwa akabuyanga ukufonela kuzekuse ethukile etatazela.

uyinika yonke umuntu wakhe kube uyena akacela kuyena noma kubeyikhandi lasebank lihlala kuyena.

ngisho umuntu wakini ekubonisa ucamela ukuxabana nezihlobo nabafowenu mabekutshela ukuthi undlisiwe.

Lona indliso alikho Lihle ngoba likuphendula isiyoyo kumfazi ngisho umfazi uphenduka isiyoyo endodeni kodwa angikuphasisi lokhu kubi kakhulu.

👏🕯

20/02/2023

Uphupheni🙇🏽‍♀💼:

1 ukuphupha iskole kusho intwaso, uthandelwa inyoka enkulu ngaphansi kwamanzi unesphiwo sabadala, izinkanyezi unesphiwo sabadala, ujantshi westimela indlela ebheke ekthwaseni, ukuphupha ihhashi, inkosazane, ulwandle, inyoka enkulu emanzini zinkomba zokuthi unedlozi lamanzi, inyoka ishaya ikhwela ungenwac yidlozi elibizwa ngomlozi, inyoka eluhlaza inyoka yedlozi, izinyoka zikuhubha amaphoyisa, ulunywa inyoka ushawa ngomuthi, ubona inyoka inhlwathi zinkomba zokungenwa idlozi.

2 ukuphupha ugqoke iwashi kumele ufakwe isphandla.

3 ukphupha imbuzi or inkomo izele amawele inhlahla enkulu ezayo, ukuphupha ubamba ofishi abamhlophe inhlahla ezayo, ukphupha udoba ubsmbe ofishi inhlahla, ukphupha udoba ungabambi inhlahla yakho ikhona bt ivalekile ngenxa yomsamo ongemuhle, izinyoni ezimhlophe uvakashelwe ingilosi inhlahla, amajuba inhlahla udlala ibhola inhlahla, unogwaja inhlahla, isinkwa or amakhekhe okukhukhumalayo nje inhlahla ezoqubuka, ukphupha imvubu or imboma inhlahla, ufudu inhlahla, indlovu inhlahla, imali emhlophe inhlahla, imali engamaphepha inhlahla bt izophuza ukufika ngenxa yomsamo ongemuhle wakho, unesi inhlahla, ukphupha uhlanya usuke uvakashelwe yikhehla eldala inhlahla, ibhaysikili ukhokho inhlahla, ugandaganda or isthuthuthu ikhehla, amakhekhe ezinyosi anoju inhlahla, amaqanda inhlahla if esemaningi kakhulu kunegobongo okmele ulidle.

4 ithoylethi, ukuphupha umensa ischitho, umchamo ischitho, izinja zikuluma ushawa ngeschitho, inyosi ischitho, impukane ischitho, umnenke ischitho, impunzi isinyama.

5 ulele nomuntu nenza ucansi islwane, ukphupha ingane encane ewusana islwane, ukphupha ingane esukela k2yrz kuya k13 zidalwa.

6 umbila oyikhabe, inyanda yezinkuni noma yotshani, imoto isifo, imvula zinyembezi, kudilika indlu isifo, inyama ebomvu isifo, amanzi angena endlini isifo, ibhanoyi isifo, ibhasi isifo, umbhede isifo, uphupha umuntu elele phandle isifo, inhlabathi or umgodi isifo, amadundu amatshe isifo, ukphupha uzilile isifo, uluka icansi lekhwani isifo, ushada isifo,insimu ephenduliwe or esanda kulinywa isifo.

7 ukuphupha umuntu othandana naye or i X usuke ekshaya ngomuthi, uma nizipholele or uhlale umbona usuke ekucabanga or nguwe omcabangayo, uphupha ukhumuka izinyo uzokwaliwa.

8 ukphupha udla izithelo isisu, ubhukuda emanzini adungekile isisu, ukha amaveji isisu, ukphupha uwasha izimpahla uzeneke sizochitheka isisu sakho, uthenga igrosa uzophiwa umntwana uzokhulelwa, if izithelo zibolile isbeletho sakho sincolile.

9 ukphupha unyuka intaba kunobnzima bempilo ozobhekana nabo, uphupha uduka ubunzima bempilo, umgwaqo owubhuqu omazombe zombe namabhamp ubunzima bempilo ozodlula kubo, uphakathi ehlathini ukumoshakala kwezinto zakho, ukuzibona uhamba endaweni emnyama kusho ukuthi izinto zakho azikezuklunga, uhamba namanzi kunento embi ezokwehlela or uzogulela ukufa, umgwaqo oyitiyela uzophumelela.

10 ukphupha ugundwa iznwele kusho ukwehliswa kwamandlakho.

11 uphupha ukha amanzi inhlambuluko leyo.

12 inkomo isesangweni kunesdalwa esidinga ukungeniswa ekhaya, izinkomo zisegcekeni or esibayeni izidalwa zingenile zisekhaya, uhujwa yinkomo emnyama idlozi liphenduliwe, inkomo emhlophe or enemibala ujeziswa isdalwa khona la umoshe khona, izinkomo zisentabeni idlozi lingaphandle, uphupha izinkomo zilwa ekhaya kudingeka inhlambuluko kuxabene izidalwa or khona abahamba bexabene, uhujwa inkomo ikukhiphe ekhaya awusiye owalesosbongo liyakuxosha idlozi, uphupha ukhumuka amazinyo lungisa indaba yesbongo, uphupha ugaya utshwala yenzela abadala ukudla, uphupha amaswidi namakhekhe kumele wenze ilata labaphansi, ukhamba lamasi yenzela abadala ukudla inhlahla, uphupha amanzi acwebile ubone phansi umsamo muhle inhlahla, izulu lihlomile ulaka lwabadala, ulwandle luthukuthele ulaka lwabadala, ukphupha izulu lihlomile ulaka labadala.

13 uhujwa inyathi or ubhejane ugadlwa ngomuthi.

14 uphupha ingwe or ibhubesi ungenwe amakhosi or kuneskhundla ozosphatha, ukphupha uhleli nesilo or umengameli kuneskhundla ozohlonishwa ngaso, ukphupha unabasakazi okuhle okwenzayo kuzoduma nezwe lonke.

15 udla ukudla usuke udliswa ngephupho.

16 uphupha izimoto ziginqika or zishayisana ugadlwa ngezilwane.

17 uphupha ushanela ekhaya or endlini lungisa uchele ubethele, uphupha ubiya ingadi or isibaya bethela ekhaya.

18 ukphupha izicathulo ezintsha kukhomba inhliziyo evulekile, iscathulo esidabukile kukhona okuzokphatha kabi, unqunu khona okuzokuhlubula umoya, uhamba or ukhunyulwa izicathulo khona okuzok'hlubula umoya, ukphupha ukhala uzokhubeka, ukuziphupha ugula khona okuzokukhuba emoyeni.

19 uphupha umoya omkhulu ulaka oluzayo.

20 ukuphupha umuntu ongasekho engcwatshwa lowomuntu imimoya yakhe aygezwanga or khona abasebenzisa izinhlabathi zethuna lakhe.

21 uphupha uthathwa isthombe (ushuthwa) usukei uthwetshulwa.

22 ifoni ukuxhumana okuzokwenzeka.

23 ukphupha ukhulelwe kunendaba eymfihlo okmele ikhulunywe, ukphupha uphalaza kunenkulumo ozoykhuluma,ukphupha umlilo inkulumo esazosuka embi, intuthu inkulumo esakhulunyelwa phansi ngawe.

24 ubhava umzimba washonelwa awangageza kumele ugezwe.

25 ukphupha indlu y yakhiwa sezisondele izinsuku zakho zokufa, indlu esiphelile kukhona ozoshona.

26 ukphupha uteta usuke ukhishwa ukufa abadala.

27 ukphupha inyoka nje isitha.

28 ukphupha unikwa ihawu uvikelekile ezitheni zakho.

29 ukphupha ulwa usuke ushaywa ngomuthi.

30 uphupha undiza unesthunywa, ukphupha izulu libanika usuke wehlelwa isthunywa.

31 uphupha uphoseka eweni isgadlo, ubhejane isgadlo.

32 ukphupha udutshulwa amaphoyisa idlozi lakho liphenduliwe.

33 amabhungane uzohlanya or khona ozophambanelwa ikhanda osondelene naye.

34 ugqoke izinkonzo zenkolo ethile kumele uyosonta kuyo.

35 umbethe umhlwehlwe wazalwa wembethe

19/02/2023

USHEMBE AKABENANI ❤️

Amaphupho nencazelo

Ukuphupha likhithikile = kushukuthi izinto zakho zizokhanya

🕎Ukuphupha izkhukhula🌀kusho ubunzima bempilo obuzayo

🕎Ukuphupha kundilika indlu 🛐kusho ubunzima bempilo obuzayo kuwena

🕎Ukuphupha induku yethusi✝️isuke ifunwa yisithunywa Sakho sasikukhombise ukuthi elinjani kukhona elibomvu nele siliva

🕎Ukuphupha unezinwele ezinkulu💇kusho ukuphakama kwamandla ikhakhulu mawuthwasile noma usebenza ngesithunywa

🕎Ukuphupha ungunda Zonke inwele💇kusho ukwehlelwa Amandla noma ukwehliswa kwamandla

🕎Ukuphupha ijoyini enenkanyezi✡️kusho ukuthi isithunywa Sakho sifuna enjalo kumele uyithungise

🕎Ukuphupha isiphambano esimunyama✝️kusho ukuthi inkolo yobusathane iyakungena

🕎Ukuphupha I cell phone📱📲kusho inhlanhla

🕎 Ukuphupha ukhuluma me cellphone 📱kusho ukuthi uxhumana nesithunywa sakho

🕎Ukuphupha uxova udaka =kusho ukufa⚰️

🕎Ukuphupha kuphahlekwa indlu =ukufa⚰️

🕎Ukuphupha umoba uwundla🌿kusho inhlanhla

🕎Ukuphupha ulinyiwe umoba🌿usho inhlanhla

🕎Ukuphupha ujam uwudla🥫kusho inhlanhla

🕎Ukuphupha ibhokisilomngcwabo⚰️kusho ukuthi kukhona okufihliwe ongakwazi

🕎Ukuphupha amajoyini esonto💯unesithunywa

🕎Ukuphupha umunenke🐌🐚kusho isichitho

🕎Ukuphupha ufundu🐢kusho ishwa ibhandi kondwa

🕎Ukuphupha inkalankala 🦀kusho inhlanhla

🕎Ukuphupha ufishi 🐟🐠🐳kusho inhlanhla

🕎Ukuphupha izulu Lina kakhulu unetha🌧️🌧️kusho ukuthi uzokhala yizinyembezi lezo

🕎Ukuphupha izulu likhemezela🌧️kusho ukuthi uzojabula kuyisibusisolokho

🕎Ukuphupha isaqhotho🌨️🌨️kusho ukuhlupheka okuzayo kuwena

🕎Ukuphupha udla🍝usuke undliswa ngesilwane

🕎Ukuphupha impuphu🍚kusho ithonga elihle

🕎Ukuphupha ucela isitisweet🍭kusho inhlanhla

🕎Ukuphupha amakhekhe🍪🍩kusho ukuthi indalwa zicela ilandi

🕎Ukuphupha isinkwa🍞kusho ukuthi izidalwa zicela itiye

🕎Ukuphupha isikwa esi brown🍞bomile okhokho kumele ubangayele

🕎Ukuphupha iwayini🍾kusho ukuthi kunomcibhi ozokwenzeka wona kungaba yiphathi

🕎Ukuphupha utshwala🥃🍺🍻bomile okhokho gaya sebeyacelela

🕎Ukuphupha undla ama fruit 🍐🍏🍒🍌kusho ukukhulelwa

14/02/2023

ADALWA YINI AMATHUNZI AMNYAMA
Ingane eyaphuphuma yangalungiselwa izinto zayo
Ukushonelwa umzali awangageza
Amadliso ezilwane
Imimoya yedlozi engalungisiwe
Isilwane
Ukuthakathwa

🙏**Akukho okulungayo uma unamathunzi , awalungiswa ngokufana

🕯🕯🙏UNAMAPHUPHO ASHO INHLANHLA KODWA AYIVELI
✔Empeleni usuke ukhonjiswa inhlanhla ekuwe
✔Idlozi kuyaye kufanele likufice u clean , ukuze likwazi ukunika
✔Ikhanyisele inhlanhla ukuze ifike - ubenzele okuncane abaphansi
✔Susa amathunzi akuwe ukuze ifike inhlanhla

🕯AMAPHUPHO ENHLANHLA🕯
✔Ukuphupha imali emhlophe
✔Ukuphupha likhithikile
✔Ukuphupha ubamba fish
✔Ukuphupha umuntu odumile
✔Ukuphupha ugqoke izinto ezintsha
✔Ukuphupha udayisa estolo
✔Ukuphupha uthola imali
✔Ukuphupha inkukhu, inyoni , ihhashi, fish, imbuzi izala
✔Ukuphupha uhamba ngemoto
✔Ukuphupha ama flower
✔Ukuphupha ilanga
✔Ukuphupha inyanga (moon )
✔Ukuphupha amanzi ahlanzekil
✔Ukuphupha imali yakdala emhlophe
✔Ukuphupha uthola umsebenzi
✔Ukuphupha usebenza ngemali
✔Ukuphupha udla into enoshukela njenge sweet.

0799 581 467 or 0671145336
WHATSSAP OR CALL US
🙏🕯🕯

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban North?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


L585 Kwamashu Mbondwe Road, Durban
Durban North
4000