Mkhulu Macingwane
Assist people with their medical conditions.I am not yet permitted to consult. Willprovide answers.
fans πππ
Bantu abambethwe amakhosi namakhehlan niye nithi sekwenzenjani uma kugqashuka ubuhlalo obufakile? Angiphathike emanthombazaneni kulahleka macici kufe namawashi asuke efakiwe ezandleni nisuke ngith kutheni?πΉπΉ...Makufona umuntu uvele uzwe ucikeka lutho ungaybambi ne call ,kuthi noma kwenzekile wayibamba engathi umuntu ofonayo angasheshe aluvale ucingo noma akhulume into asuke eyfonela bese eluvala ucingoπΉπΉπΉ..Niye nithi sekwenzekeni ngempela uma kutheleka ama visitor engashongo ukuth ateza uvele uzwe udinwa engathi ungabaleka uye kocasha aze ahambe ,ngoba futh nanoma kthiwa abeshilo ukuth ayeza ubuzokwenza imizamo yokuth agcine engezangaππΉπΉ...Niye nithi kwenzenjn mase usuka endlini behlangene uye kohlala wedwa ekamereni lakho ?πΉπΉπΉ.... Kwa relationship su on and off akulungi , abesfazane abangenwa amakhehla bafun ukuphatha ,awafun kuthobela umuntu asuke bephilisana nabo... Ayy siyahluphek kodwa kokunye uzizwe engathi konke nje okwakho akuhambi neze kahle empilwen ,kwala naoma usebenza emsebenzin baknika umsebenzi ongaphezulu kowabanye uze ubone engathi awufunwa kanti cha ilaba bantu abakhulu abangafuni ukuphathwa ...Ayke Mase kufik usizi kungonakele lutho uzwe unomunyu engathi ungasho kakhulu ngesililo...Cha ngane zakwethu sithwele kanzima kodwaπ€
IMFIHLO NGAMASI
1.amasi abanga izikelemu
2.amasi athandwa imikhovu notokoloshe nezigubhu.
3. Ayingozi uma uzowadla izulu liduma lingakugadla lingathunyelwe kuwe.
4.if uzowadla bese uwashiya ebsuku izilwane nemithunyelwa iyayeka ukuyothakatha lapha ethunywekhona bese ingena lapho kunamasikhona naleyomithi emibi bese umuthi ugadla endaweni ewrong..
5.ayacoba uma uzowasukela ilangalibalele.
6.umuzi unemfihlo awasali amasi umuntu ukhubazeke ngomqondo bese bezonda inja ngoba iyaphazamisa IMFIHLO yabo.
7.amasi ayabudamula utshwala uma uzizwa usudakwe kakhulu usuzisola ayasiza udambise izinga.
8.kuningi engfisa ukukuveza Lona plz ungayidluli lepost ngsazokubhalela nangemfihlo yekati follow my page ukuze ungaphuthelwa.
9.amnandi amasi ayashelela
INKANYAMBA π signs π―οΈ
β unokuphathwa yikhanda njalo π¦
β izulu malizoduma π©οΈ, or lizona βοΈ uyalizwa ,uba nokucobeka emzimbeni ulale uvuke selina ngamandla π¦
β unesthunzi ,abantu bayakusaba futhi bayakuhlonipha π¦
β ufikelwa ukuzamula π₯± njalo especially mawuduze nomuntu onezinkinga ,noma ukugula π¦
β uyabikelwa ubona izinto ezizokwenzeka π¦
β uhlezi uthakathwa kodwa awunqobeki , iyavikelana Inkanyamba π
β uwumuntu onenkani ,awufuni ukuzwa ngomunye umuntu ufuna kube wuwe ophethe yonke indawo , abanye bagcine sebekuzonda for lokho beku khulume kabi
β awuthandwa , ukhula kanzima , umuntu ozokusiza akuqeqeshe awubi naye lapha , ukhula ngenhlupheko , izangoma azikhoni nokuk'siza π¦
β Izinto zicale zibhede kakhulu uma isengakalungiswa uyasokola kakhulu , ngoba usuke ufundiswa ngempilo π¦ kodwa ukukhanya kuseza and the time kulunga bayothi uthwele
β uba nenhlanhla ,awulambi lapha uma usulungise kahle π―οΈ Inkanyamba , iyavula yonke iminyango , π
uthole ama cent okuthenga ukudla π―οΈ ayifuni ulambe ,iyabhekelana kakhulu π―οΈ
β Awubi nabangani ,ayifuni uhlale nabantu iskhathi esiningi ifuna uhlale wedwa π―οΈ
β unokuhanjelwa umcondo π
uma isiphakame kakhulu iwumoya onamandla kakhulu usuke usindelwa kakhulu π―οΈ
β unokuphathwa isiyezi especially uma uceda uku KHULEKA π¦ isuke iphakeme yona uxobo
β unoku dikizelwa izitho zom' mzimba π¦
β uthanda ukuhlabelela , ukucula , uku KHULEKA π―οΈ umoya wobuthantazi π¦
β awuzwani nokulwa ngoba uyazazi , inkani onayo awuhlehli ubheka phambili , injalo nayo lento ekwembethe π―οΈ ufuze yona π¦
- uhlezi unethemba lokuthi one day ngizophumelela , kube vele kunjalo , uma usahlupheka kuwukuthi isuke isakufundisa ngokwempilo ,nokuthobeka but kuzolunga
β ujikelwa ngabantu ,bekukhulume kabi
β unesifiso sokusiza abantu ekubeni nawe udonsa kanzima
1.Ake sicuphe abathakathi Uma wenze umsebenzi ngebomvu
Uma uqeda kuvova utshwala besintu amavovo uwafake endishini noma ebhakedeni bese ufaka I rough salt ulandele ngebomvu ukuxove ndawonye uhashe ngakho ekuseni igceke lonke ngaphambi kokuthi abantu bezofika bezophuza utshwala bezophuza ,impela oza ngenqondo yokuthakatha uyoba nenkinga.
2.Uma unesibhobo:
Bilisa amanzi akho ufake amaqhuzu ebovu akho bese ugoqoza ngombese ukhulume ukuthi bonke abakugadlayo indukzabo azibuyele Kubo bese uyazijoja ngombese lapho onesibhobo khona bese uyaphuza ibovu lakho
3.Uyakwazi ukusondeza isthunywa sakho akhulume futhi
βοΈIbomvu
βUmcako
βοΈIsqunga
Uyabilisa uphalaze, uphuze uyakhuluma konke ofuna kwenzeke
4. Uyagcoba uma unezinduna ulixube be spirit
5. Uyasusa neschitho namathunzi amnyama ufake ibomvu, spirit, nomanyazini uyageza ,uyagquma
The lord is good all the time ππππ«π
fans Welcome new followers thank you for following. Let's start a new trend of prayer before each days starts.
Keep praying for the lord is listening to all our prayers and when the time is right he shall make it happenπππ
09/04/2025
Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Fanale Jali, Dlamini Nokwethaba Nobuhle
Happy new year. Singayikhohlwa injongo yethu kulo mhlaba. πππππ Konke kukhanye kwande futhiπππββοΈ
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
5 Walnut
Durban North
4001
