Felemtwini natural herbs

Felemtwini natural herbs

Share

BAFWETHU NGICELA SILEKELELANE UMUNTU ANGAKUFIHLI UKUGULA KWAKHE UKUZE EZOTHOLA USIZO NGOKUSHESHA 0799581467 or 0671145336 whatsapp or calls!

29/11/2025

Sesfikile Mthokozisi Felemtwini Gumede Mthoko Ntshebemnandi Gumede Felemntwini HERBS

28/11/2025

Jobe

27/11/2025
27/11/2025

Mthokozisi Felemtwini Gumede Mthoko Ntshebemnandi Gumede Felemtwini natural herbs Felemntwini HERBS

14/11/2025

Uyabonga udadewethu❤️

14/11/2025

Nangakini Siyeza

13/11/2025

IFUNDE NGOBA IYAFUNDEKA

Bavuka ekseni ngo 04:00 kubanda 🌫linetha🌧bezomba begubha ithuna lomuntu wakini (RIP) besebenze nibanike umqombothi ne Juice nakhona i Oros e weak ngo 06:40 😴lo 2hours nithi bebehlisa ngani🙄

Befike abefundisi nemlomo Eyomile namapapisi ngo 09:00 bezoklabalasa🗣 eTendeni🎪seniyotatazela ke nama coca cola🥤 nama liquifruit 🍹etendeni.namanzi athengiwe💸 ungazuthi wona ayigolide nibanike.
Bayafika nosisi bendawo namaqaka awabile nezishwapha,nomama babo abazonihleba ukuthi bekukumbi ukudla🍛 komncwabo wakini nabo bazoklabalasela isdumbu etendeni abanye kuyabajabulisa ukufa kwakini.

kuyaqala kuyabuya emaNgcwabeni senigijima emakhishini nidlula abakade bepheka🥘 niphakele abafundisi inyama yesfuba🥩 nomlenze🍗 nekhentakhi.

Abafethu abakade bemba nibanike inhloko enamathambo nibahlalise phezu Kwama Blocks anyelwa zinkukhu phansi kwesihlahla 🎄esinezitingi nibaphakele Kuma take away nithi thaca thaca iRice nestambu esomile neqatha elilodwa. nesiZulu esibabayo nekisi labeer elishisayo ne Coo-ee nedokwe😭😭 nojeke no 25 webhakede le Oros

nivule coldroom ikhiphe drink🥃 coke,Lemontwist,Granadillatwist nihambise kubafundisi, osisi bakhona ubone beyosithela nama Tray ane khethakhi beyinika amadodabo kwi Polo kuphume Red lable 🍾ne appletiser beyise kwi Polo bejike behambe namaGlas eniwabolekile

13/11/2025

Ukfuya kubalulekile

13/11/2025

Nangakini Siyeza 🗣️

22/05/2025

UMA UZALWE UNQWAMBILE (UMBETHE)

_Uboniswa Izimbuzi ezimhlophe ephusheni
_Uboniswa ufakwe isphandla esimhlophe.
_Uboniswa ufake ubuhlalu obumhlopheesandleni sakomalume kuphela kwaLeft ngoba lokhu kuyinti esuke iyinhlanhla eqhamuka komalume la kuqhamuka khona umama wakho , okusuke kumele yenzelwe khona.
_Uboniswa umbathiswa umhlwehlwe .
_Uboniswa ugaxwe umngamanzi LESKHUMBA ESINGATHI UBHAKHA .
_Ngoba usuke uhamba nabadala uboniswa yonke imfihlakalo yamanzi izilwane ngokwamandla nangokushiyana kwazo , IZINGWENYA , IZIMVUBU , UBHEJANE , IMARMAID , INHLWATHI , UMNOMZANE WAMANZI , INGWE , INGWENYAMA BHUBESI , IZINKONJANA , ISBHAKABHAKA , INTABA , ISIZIBA , ULWANDLE , IMPOPHOMO .
_Ubobiswa zonke izindawo ngokudonsa kwamandla IMGEDE , AMAXHAPHOZI , NEMIFULA , IBTABA.
_Izingubo zedlozi INGWENYAMA EMHLOPHE.
_IJAZI ELIMHLOPHE , ELIYELLOW , ELIMARRON.
_UBUHLALU OBUMHLOPHE
_Ukulunywa kakhulu uma uke wangena emanzini noma ungashintsha izinsipho if ungakamukile amandla umbule ingubo unqwanjiswe uzolokhu ulunywa .
_Jobs interview uzobizwa but njalo uhluleke sufikele , till uze wenze okulungile.
_Noma uwuthola umsebenzi awulast uficwa ukuvilapha nama uxoshwe within months . uzoze wenze okulungile ukhuphule lomuntu ophethe inhlanhla kuwe.
_Ukuhlushwa amathunzi uma uhamba uzwa ngathi khona okulandelayo kephà uma uyohlola akuveli Slwane or ispoki . Iwele lakho lelo lihamba nawe ñgasikhathi sokhe kusuke kumele ulikhuphule ngobulawu obumhlophe umbulwe ingubo ulethe igama ngomhlwehlwe okhishwe embuzini emhlophe engenalo ibala iphambane nobulili bakho bese ufakwa isphandla esizoba UCU LOKUXHUMANISA WENA NALO LELIWELE ukuze makukhona okufunayo uma ulimemeza ulithuma likulandelw leyonto ube Rich.
_Uhlushwa ubuhlungu mama Joints , noma ungafaka amashiva ezandleni if ungakalwenzi usiko ufakwe lesphandla esfanele ngeke kume.
_Unogazi kakhulu .
_Imali nanoma usebenza ayihlali iskhathi eside esandlebi iyakuphunyuka ubone ingasekho angithi sithi sikunika isdalwa qede wena ungenzi lutho babese beyakuphuca.
_Uthandwa izingane.

Lalela kuhlukene ukuzalwa umbethe KUKHONA ONQWAMBAYO , KUBE UMUNTU OMHLOPHE LONA OKUTHIWA UHAMBA NEWELE . umba unqwambile usuke ukuphethe kokubili ungumuntu osuke ehamba nabadala at the same time uhamba neliwele . usuke ubusisiwe emhlabeni usuke ungadalelwanga ukuhlupheka but into kusuke kumele yenziwe ngosiko lakhona .

Ndaramawe👏🏻
Ndauwe👏🏻
Ndau👏🏻

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


Durban