Nongxamela herbs
Silapha izifo, sivula izinhlanhla. thola imithi yethu emakhemes nase ma BEAUTYZONE qikelela umbhalo uthi Nongxamela herbs.
silapha induku efile, umhluma, izilonda, call 0648879586 or wtspp 0737718891
Baba nongxamela ngiyathemba niyaphila, baba ngakube lezinkinga ezingaka esinazo ebudlelwaneni mhlambe nezindawo esithatha kuzona ngakube azianwo yini umthelela muzoyeka ngakini uvele ujombe imifulanke uyolanda inkathazo yakwenye indawo. Mina ngongomunye wabantu okhathazekile inhlalo engihleli angazi ngingayibiza ngabi and since ngake ngenza iphutha ngambeka isandla sengiye ngikhethe ukuqhela maseqala lodoti ngoba nokuxolisa kwakhe sengiyakwenyanya akekho umuntu ongaxolisa emaphythenu afanayo more than 20times bese uthi uyaphila. Senginomcabanga njee wokuvele ngithole indawo ngizakhele laa ngizozihkalela khona ngoba nomndeni wami awazi ngibhekene nani and ezinye izinto angikwazi ukutsheke zona zinjengoba zinjalo eszake zenziwa ilomuntu. Ngiyabonga.
MPENDULO
Eish okwezindawo impendulo ithi umuntu nomuntu une Experience yakhe ngendawo athatha kuyona ngoba phela lento ingabantu so ke khona aba happy khona aba khalayo , mhlampe nawe mungashiya lowo mthwalo ubuyela kofina omunye same ndawo usengathola kuncono asazi.
19/07/2026
Amadoda awaphuthume athole le set, uyasazi isimo sakho.
Ungawushayi indiva umlando womuntu othathe isinqumo sokuphila naye ngoba kungenzeka ube isiqalekiso impilo yakho yonke,
19/07/2026
Faka order lakho
19/07/2026
Ufuna kuze kube njani njoba uziyekelele
Manje baba nongxamela jma kiyindoda ke engezwa e galaleli nje nhlobo kusuke kufanele wenzenjani wena njengo wesifazane. Yoonke njee imibono yakho iyayikhahlela ayikulaleli njee wena kufanele uzwe yona kuphela.
MPENDULO
LANA izothanda ukungidida nhoba mande ngiphendule kuzomele ngiqale ngibuze ukuthi ayikulaleli uma ushaya imithitho yakuphi mhlampe yakini noma yase sontweni lakho. Ayikulaleli uma ushaya muphi umthetho. Idinga icace lelyo lapho ngoba owesilisa usuke emi ngemithetho nenqubo yakubo. So uma ungahambisani nemithetho yakubo hamba kini, uma engakulaleli futhi hamba kini phela musa ukubhadla uhleli ndawonye ngoba kusho ukuthi anihambisani ngemibono. AKUYONA MPENDULO LENA NGOBA SAZI AKALALELI MAKUTHIWANI LOWO WESILISA NCINO KUBA KUNEZINONELO.
19/07/2026
Bomama abafona abantwana please asizame ukubambisa, indlela yokuthola umntwana ika bili , ukwelashwa uma kunzima bese kuba ukuphuza lemithi elandelayo KANYEKANYE.
UBAGULENINI WENZALO
UMJIJIMBI
ITIYE LOMAMA.
Ngitheke wiphuza kanye kanye ikota kuyonayomithatha. Manje umbuzo othi ngingaqala yini ngowodwa isungenapho kulesimo obhekene naso ngoba umyalelo wami uthi iphuze yomithathu kanye uma uhlose ukubamba. Uma kwehlule lapho ke kushuthi usudinga ukubamba indoda yakho ngengalo uze nayo esigodlweni. Sikhulume indaba yokwelashwa
18/07/2026
DURBAN BRANCH
18/07/2026
Abanye abantu uma bekhala ngezinto zabo ezingalungi engathi ungambezela eceleni umtshele kuthi umuthi wokuthi kulunge izinto zakho ukuchitha lobudlelwano okubona ukuze izinto zakho zilunge ngaphandle kokukhokha I sent ngoba uma usafukamele lobudlelwano ngeke uye ndawo..
SANIBONA NTAMBAMA
Baba ngiyakhala mina ngoba ushaya nganhlanye awubashayi abesilisa konke kubhonya thina kanti nathi sinezinkinga ngabebesilisa abasiphatha kabi ebudlelwaneni. Induku yakho ibhonya thina kakhulu baba senzeni koda kuwena baba . Kwaze kwabuhlungu.
MOENDULO
Inkinga mina ukuthi ngiphendula imiyalezo ethunyelwa kumina bese ngiohawula ngayo. Njoba nalona usendwe uwena mina ngi phawula ngawo. Amadoda ayaxoxa nami. SO NAWE UMA USUNE NDODA ELAPHO KINI OYILOBOLILE MANJE ISIKU JIKELE AYISAHLONIPHI WENA NEKINI NGISENDELE PLEASE. NGIZOYIBHONYA NAYO.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Address
119 Victoria Street
Durban
Opening Hours
| Monday | 08:00 - 17:00 |
| Tuesday | 08:00 - 17:00 |
| Wednesday | 08:00 - 17:00 |
| Thursday | 08:00 - 17:00 |
| Friday | 08:00 - 17:00 |
| Saturday | 08:00 - 17:00 |
| Sunday | 09:00 - 02:30 |
