Mkhulu sobhuza

Mkhulu sobhuza

Share

Traditional doctor

22/09/2022

Thokoza Gogo Nani Makhehla Ake ugeze isdalwa sakho use namathunzi amnyama

Impepho zonke
Isqunga
Ubulongwe benkomo
Ubisi
Inhlanhla mhlophe
Maphipha
Impila

Hlanganisa lemithi ugeze ngayo emfuleni usho ukuthi akugezeke isdalwa kusuke amathunzi amnyama sengyozwa ngamaphupho akho mina

12/09/2022

Nansoke imbiza esiza kakhulu

Ibuyisa igazi
Inyusa masosha omzimba
Ivula inhliziyo
Umhlume
Isinye
ILonda emzimbeni
Utwayi /ireshi

Uyaphuza 2 ngosuku
Uyachatha

0616677935

21/08/2022

Wena othi awuqonywa Noma awushelwa unesinyama Ake sisebenzise isthunywa ukuthi uthandeke nawe

Wool epink
Iswasho ubheka mina ngedwa ored

Faka lentambo okhalweni Noma esihlakaleni

Mufuna umuntu mcelele esdakweni sakhe

Ikhandlela elimhlophe
Pink
Yellow
Neshumi

Mcelele esdakweni sakhe ukuthi simbonise ukuth uyamthanda

Aike okunye usuyozizwela wena

13/08/2022

Thokoza Gogo Nani Makhehla abaphile abantu ekhaya

Abantu base Joburg ngzobe ngikhona ksasa ekseni kusa njr

Zikhona zonke izinto zenu

09/08/2022

Nalike ibutho lezimanga

Liqondana nenhlahla yemali

Uyakwaz kuligcaba
Uyalishisa
Uchela ngalo
Uyageza
Phalaza
Gquma

Uba umngani nemali

08/08/2022

Thokoza Gogo Nani Makhehla abaphile abantu ekhaya

Abantu bayagula baningi lezinkinga lezi:

Uphupha ulele nomunt
Uphupha usemanzini angcolile
Uphupha inikwa ingane
Uphupha ulwa
Uhlez ukhathele
Ucabanga njalo nomunt wakho
Umunt wakho awusamuzwa kahle embhedeni
Awuqonywa Noma awushelwa

Izimpawu zomuntu onespiki lowo leyonto uyohlezi kthiwa unesinyana ugeza njalo still akulungi

Kant into ecushiwe Lena ekmele isuswe ngendlela yakhona njengoba wabelethiswa yona njr

Ispecial sami sithi

Ukuyisusa Lento kuba uR1500
Kepha Uma uzofuna umuthi kphel osuhlanganisiwe ohamba nezigcabo zakho uR700

For more info
0616677935
082 810 8316

08/08/2022

Bakthathele umunt wakho

Awubahlukanise naweke kubuye umunt wakho

Nukani
Mhlakaza
Phamba
Dungamuzi

Izini zendlela
Izini zomgqomo kadoti

Ài Ake some lapho, hlanganisa lemithi ugqume ngayo ubabize ngama bobabili musesthombe soyedwa sfake phakathi ekugqumeni amanzi uwachithe emgwaqeni Noma etoilet

Thokoza kunjalo njr

04/08/2022

Awukhandwe nasi iswasho sakho ungene lakuvalwe khona

Mabusani
Phakama onke
Loslina
Dumezweni
Skhundla
Jojolumantwengu
Mhlonishwa
Mphumeleli
Mpumelelo
Mthole
Nhlanhlamhlophe
Umkhandu pink
Isiwasho bhekamina ngedwa

Hlanganisa lemithi ugqume ngayo ugeza uphalaze

Akengithi njr ngyozwa ngawe mina

Abaphile abantu ekhaya🥁 24/07/2022

Ngcel ngingene lapha usho ukuth uphupheni not Ku inbox plzz ngyacacisa
Ngena kule link uthole usizo kyaphilwa

Abaphile abantu ekhaya🥁 WhatsApp Group Invite

21/07/2022

Uyadayisa kd uhlushwa amaphoyisa Noma unecala

Mabopha
Sehlulamanye
Gina
Mhlakaza
Vuma obomvu
Mathithibala
Thuladu
Calakalithethwa
Phunyuka
Usgidi
Phalamashimane
Isbhaha
Isithe

Ngquma ngalomuthi uwuchithe emgwaqeni

Abaphile abantu ekhaya🥁 19/07/2022

Awungene la usho ukuth uphupheni sihlaziye ukuze uphile nawe

Abaphile abantu ekhaya🥁 WhatsApp Group Invite

16/07/2022

Thokoza Gogo Nani Makhehla Ake nginiphe esinye futh iswasho esithetha nedlozi siphinde futh sikugeze kwawena

Impepho
Ushukela obrown
Umavula kuvaliwe
Ubisi
Umkhandu omhlophe

Gaya lemithi ugqume, uphalaze ugeze uphuze musulala

Ake ngithi njr ngyozwa ngawe mina

0616677935
082 810 8316

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Kwamafuya
Durban
4309