Sizabantu Gumede

Sizabantu Gumede

Share

Thokozani bogogo no mkhulu

13/06/2023

πŸ‘πŸ‘πŸ‘

17/01/2023

Thokozani bogogo nomkhuluπŸ‘πŸ‘πŸ‘

Photos from Sizabantu Gumede's post 08/12/2022

Izigubhu zamabhizinisi lezi Thokozani bogogo nomkhulu ngithi ukhona umkhulu ugumede wodumo

1. Umadonsa esthakwe ngamafutha enyoka ebizwa ngokuthi ivezimanzi
2.Imbozamahlanga ngisho ngabe udayisa ini iyathengwa ubuthaphuthaphu
3.(ukhethukhethu) lesike inkunzimalanga ke le
Senza okubili ngesikhathi esisodwa sidonsa imali uyasisebenzisa nasebhizinisini

Sithokoze ke nina makhehla amakhulu ungazihluphi uma uneskhathi sokudlala nendelelo nansi inumber 0762754064. siyathokoza

27/11/2022

Thokozani bogogo nomkhulu πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ’“

08/07/2022

Siyakhuleka kogogo nomkhulu πŸ‘πŸ‘πŸ‘

04/10/2021

UKUZALWA WEMBETHE ....

Okwesibili sicubungula loku.

Ukuzwalwa wembethe bese beyilahla noma beyithatha ingubo yakho esibhedlela akusho lutho loko. Yebo kungakuhle uhlale unayo, kodwa akuyona lento ekubambayo empilweni le.

Ingubo ingumfanekiso noma i symbol yokuthile.

Ingubo imele noma ichaza ukuthi kukhona wena ozalwe naye omdala wasozalweni lakho, an extra person whom you threaded back into this life.

Lomuntu omdala uzele ukuzofezekisa izimfihlo nezimiso ezithile ngawe ebambisene futhi nawe kulempilo yakho.

Now, ngiye ngibuzwe abantu bathi "mkhulu, ngisize sibuyise ingubo yami,", bese bexakena uma ngithi "siyibuyise ukuze kube njani?"

Bese ngiluleka ngithi, okumele uzihluphe ngako wena owazalwa wembethe ukuthola ukuthi ubani ngampela igama lalowo omdala ozalwe naye, uze nani empilweni yakho (ehlukile ethongweni jikelele obhekwe ilo) futhi uzomenzelani ukumuhlonipha nokumupha amandla okuhamba nawe akusize empilweni.

Igama-ke liyatholakala na sifemba, futhi akutshele lo omdala ukuthi wayephila ngasiphi isikhathi, futhi ulidlozi lani kanjalo nokuthi ukuphatheleni. Now, uma ngithi uyidlozi elinjani, sizokuchaza loku kwi post yethu elandelayo: Ithongo, Idlozi nemisebenzi yezithunywa zethu.

04/10/2021

Thokozani ngani zami ngicel mawufona ningangibuzi ngamagundane alanda imali anginawo , please musani ukuhamba nidlala abantu yebo isthwalo sikhona kodwa amagundane ChaπŸ‘πŸ‘πŸ‘

29/09/2021

Thokozani bogogo Nomkhulu πŸ‘πŸ‘πŸ‘

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Address


Durban
4001