Sangoma herbals by Gogo Mkhize
Traditional herbalist
22/01/2026
Sisakuwo lomsebenzi🕯️
20/11/2025
💯
03/11/2025
If you are a business person, or usebenza ngabantu , noma ufuna ukudonsa izinto ezinhle it’s a must to have this oil
13/06/2025
Mawuphahla :
Thola iybani ezimhlophe 4 lezibani zimele iybongo zakho .
Zibeke zibe ulayin from right to left kneel emsamo wakho ukhanyise iybani, ugqoke uhlonipheke ngoba uyokhuluma nabantu abadala abangasekho kanye noNkulunkulu wakho , before you light your candles pray ujule, after that light your candles uzibike ukuthi uwubani uzalwa ubani , bese ucela iydalwa zakini zisondele ubize ugogo , omkhulu namanono ugcine lapho bese ubabiza ngeybongo mawuzazi iybongo zakho ubathakazelele ubakhuphule bese ubeka udaba lwakho nakhona awuthethi mawuqeda bese uyabonga don’t blow your candles wacima ngeSandla .
You can use ugwayi Snuf uthele phansi and you can also place a glass of water uwabeke esosweni 👍🥂
Iympawu zomuntu ohlushwa idlozi lomndawe
*ukuphuphunyelwa izisu kowesfazane/ ukungabi nanzalo koweslilsa lapho ke usuke ukubambile umndawe , mawuhlala emzimbeni Uhlala esbelethwen so uyazidla iyngane .
* ukungahlali iskhathi eside othandweni , umndawe uyancikisela uma ungawmiselanga kahle , uzophuma ungena .
* ukuphupha amanzi kanye nokusaba amanzi .
* ukuphupha abanikazi bamanzi njengo Sobaba kanye nenkosazane yamanzi .
*koweslisa uSize uvamise ukungakhuli kunaloko libuyele phakathi 🍆.
*uhlale ulangazelele ukuba nomuntu weslisa noma wesfazane
* uvaleka amadlebe kube ngathi khona okuguduza phakathi
* isisu sigcwala umoya
27/05/2025
💯besides consultations nayi imsebenzi Esiyenzayo
18/03/2025
Emakhosini 🙏🏿Ubulongwe soap🧼 ……siyazike thina esisuka emakhaya ukubaluleka bobulongwe ……busondeza idlozi, kucaca amaphupho, bulwa neschitho , uba umuntu ohlale ehlambulukile .
16/03/2025
Celebrating my 1st year on Facebook. Thank you for your continuing support. I could never have made it without you. 🙏🤗🎉
Beauty Zone delivery done , please get your Salts , cleanse ugezeke uthandeke and let things fall into place 👌build your Aura
Beauty ZoneMakhosi Mkhize traditional AuraSalts
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
Durban
4004
Opening Hours
| Monday | 09:00 - 17:00 |
| Tuesday | 09:00 - 17:00 |
| Wednesday | 09:00 - 17:00 |
| Thursday | 09:00 - 17:00 |
