Zintaba International News-ZIN

Zintaba International News-ZIN

Share

sikuhlinzekela ngezindaba ezinoju

Photos from Zintaba International News-ZIN's post 11/07/2026

Ikhona into ezayo ukuthi inhle noma imbi kodwa khona ikhona into ezayo,into engiyaziyo nje ukuthi kukhona izivumelwano ezikhona phakathi kwalamakula nalezinhlangano,ama Oppenheimers nama Ruperts ngyasola kuzohamba kuhambe azulelwe ngamanqe futhi njengoba ayelwisa ama Guptas nje kubukeka kusazomele elwe enye impi futhi. Asazi iyozala nkomoni.

10/07/2026

Ngisho nabeSuthu base Lesotho πŸ‡±πŸ‡Έ ayibaphathanga kahle lento eyenziwe uNdlunkulu weSilo umaMyeni yokushutha yokuqopha izindaba zomndeni izivezele izwe, bathi ekugcineni kwakho konke naye uNkosi uMisuzulu ungumuntu naye abaliboni icala akalenzile ngabekukhuluma kuNdlunkulu wakhe,bathi lesimo esinjena siyenzeka kuyo yonke imindeni akungabi swngathi iyaqatshukwa ngoba isibonakala yenziwa iSilo.

Yebo khona lento iyenzeka noma ikuphi akekho umfazi ongathukwa noma ongathethiswa uma kukhona akadine ngakho umnyeni wakhe,nasekhaya kubo kwamakoti uyayalwa kuthiwe akobekezela emendweni ngoba kuzobakhona iskhathi lapho indoda engezukumfuna noma imbona eduze kwayo,imenyanye engathi unidwe ngendle ikhulume yonke into ebuhlungu lena,lapho usuke esevivinywa umfazi ukuthi uqine kangakanani uma elula uyohamba ewushiye umendo bejike bemhleke abangakubo.

Photos from Zintaba International News-ZIN's post 10/07/2026

Eyababili ayingenwa,isiZulu asiwukhulumi neze umbhedo,baze babahle abantu.

10/07/2026

πŸ‘ŒπŸ‘ŒπŸ‘ŒπŸ‘ŒπŸ‘ŒI Stella

10/07/2026

Bengishilo kodwa ngathi sizothengwa kakhulu I Stella

10/07/2026

Kungabi iloMasango engimaziyo othandazela abantu kwaShembe.

09/07/2026

Uma ngabe kuyenzeka sicela ochwepheshe bezokuxhumana besuse lemibukiso engemihle ngeSilo sethu ngoba lento sizohlale sidelelwa ngayo,futhi izosilwisa ngoba ngeke sivume ukuthi kukhulunywe kabi ngeSilo sethu akumnandi nhlobo.

Indlunkulu yonke ayiphakame ifune ikhambi lokususa lama video kuqala kuyo yonke system yezokuxhumana noyi postayo inga post eki.

09/07/2026

Bese kuba nguSmakade Samakhosi.

09/07/2026

Yini kodwa lena eyenziwa u driver wekhumbi? Uyabona nalezimonto esezanikwa izingane!! ANgikholwa ukuthi umuntu omdala ubengenza lento enjenaπŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ’”

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Durban?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Address


Umsinga, KwaZulu Natal
Durban