Gcugcwa's family
sixoxa ngobukhosi bakithi amakhosi ako gcugcwa
Sanibonani bozukula angithembe sisindile kololu bhubhane lwe Mvula baphelile abantu ngicela siqhubeke sithandaze inkosi isigcine
Sanibona ekhaya lezizinto ezinhle kakhulu Nina base ntendeni
Ngiyaphila kodwa bo ncameni ngicela siziphathe Kahle kulama holidi ka December sicabangele imindeni yethu siphinde sibonane ngonyaka ozayo sisaphelele abaphuzayo baphuzele emakhaya ngiyanithanda nonke boncameni
Iyiphi inkosi yakwa Nzama oyaziyo
Mina wosiyane
Sanibonani Bo mashiza ngiyaphila kodwa ekhaya
Bozukula Ake sikhulume ngobukhosi bakithi
Sanibona bozukula niyaphila kodwa
Sanibona bozukula ngiyaphila kodwa ekuseni kuyiso
31/12/2019
Bayaphila ozukula
Waphi ogcugcwa
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Telephone
Website
Address
D 77
Greytown
3250
