Mdlovu Herbal Products
Sifundisana ngamakhambi emvelo, sicobelelane ngolwazi
Place your order on 0731112714
Izinsizi zomkhovu
Amfutha omkhovu
Amafutha Tikoloshe (Amakhosi amnyama)
Amfutha eMvubu (nsikazi ne nkunzi)
Amafutha eBhanoyi
Amafutha ka Gesi (Transformer)
Amafutha eMamba eluhlaza
Amafutha eMamba emnyama
Amafutha a Phiyano
Amafutha eMbulu
Amafutha eNhlwathi
Amafutha Ngwenya
Amafutha Mkhome
A
30/05/2023
New stock arrived uMongo wolwazi Whatsapp 0731112714 to place your order.
Inja yaswela umsila ngokuyalezela
27/01/2023
We are growing, thank you to everyone that follow our page
Siyakhuleka eMakhosi, Bayede ezinyangeni, Amen kubathandazi; Asithokoze ko gogo. Ikhasi lethu lisekhona futhi nezigodlo zethu zisasebenza eMtwalume nase Richmond.
Siyaxolisa ukuthi kuphele eside isikhathi ingaphendulwa imibuzo yenu inkinga ngimatasa endumbeni.
Nansi namba ayikashintshi 0731112713 iya Whatsapp leyo namba ingena kimi ngqo.
08/01/2022
Kumnandi ukubuye uhlale namakhehla ase gwevu uchoshe ulunjulile ulwazi, ngiyabonga ku mkhulu Sazi Mhlongo
06/12/2021
Lesotho
09/11/2021
Sinqamula emawa siyonifunela imithi bese nithi nicela ukukhanyisa. Kuyakhokhwa ethongweni khona nawe uzokholhelwa.
31/10/2021
Siyabonga ukuphathwa kahle kwa Nombika, sesiyitshalile ke imbewu entsha engathi kungahluma kahle kuniseleke bese kuthela izithelo ezidlekayo
07/10/2021
Akubanga lula ukhuphuka lomango kuloluhambo lwempilo nomsebenzi wokwelapha. Kodwa sekusebenzekile izibusiso zemisebenzi yethongo no Mvelikuqala (Thongonkulu) ziyangilandela.
Asicuphe umfazi indoda ethi iyangena ayidabule amafu
Angibingelele emakhosini
Kunemibuzo engihlale ngibuzwa abantu mayelana nezigubhu. Ake ngicacise uma unesigubhu kodwa asikwazi ngisho ukudonsa u R20000 ngenyanga. Lahla lowo doti akusona isigubhu leso.
Izigubhu zuyabiza ngoba nazo zifaka imali yangempela. Zihlukene izigubhu futhi nemidonso yazo ayifani.
Isigubhu siyalotsholwa. Faka imali wena uzobona.
02/08/2021
Uyena Mdlovu omnyama lo, ikatapila, inkunzi emhlophe njengenyoni kayiphumuli, kade beyizama bethi ayilale ayivumi. Insimbi endla ezinye uMthakathi uqobo lwakhe. Akathaki amakhambi nje, ugaya imbokodo.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Website
Address
Hibberdene
