Incolobane Yekhubalo Lakithi Lempilo

Incolobane Yekhubalo Lakithi Lempilo

Share

Siyalapha siphinde sichaze amaphupho

08/03/2026

Ngiyakhuleka ekhaya logogo nomkhulu ngiyethemba nisaphila, iskhathi seside sagqinana namhlanje ngizonithulela nansi 'nsipho esiza ezintweni eziningi

Zihamba zimbili R70 (combo)

STEP 1

Insipho e brown ilwa nalokhu : ischitho, isidinwa ukuphupha 'makaka ,isinya,amashwa,ukuluma komzimba, kuhanjwa ukuhanjwa ubukhuphe ebuseweni, amajiji 'vule amaphupho aqaqe etc iphinde ihlanze igazi yenze neskhumba sakho sibebushelele.

STEP 2

Isipho e green isiza ngalokhu : ukuthandeka,isithandwa sakho sikunake, ikhanyise izinto zakho iphinde yandise inhlanhla yakho ubenogazi ebantwini bekunake bekuthande futhi.

Faka i order yakho @ 073 366 723 WhatsApp or call

30/05/2025

Kuyayiwa emanzini uma ungumntwana wedlozi noma ewesithunywa πŸ›

12/04/2025

Kusile bantwana bethongo πŸ‘πŸ‘πŸ›

Sengikhona kwa Tiktok Maps/TikTalk nakwa WhatsApp @ 082 960 9403 ngicela ngilandela ningaphuthelwa lapho ngi post(a) imithi kunye nemisebenzi yayo

17/03/2025

KUSILE BANTWANA BETHONGO πŸ•―πŸ“ΏπŸ‘πŸ‘πŸ™‡β€β™‚οΈ

Naku kokuzivikela nokuphindisela ezitheni

Mpumalanga province langitholakala khona kanti abakude sithumela ngo PEP ngithinte CaΔΊl or WhatsApp @ 082 960 9403 alternative number 073 366 0723

Ndawee, Camagu, Makhosi, Lesedi Lesedi, Amen πŸ›

15/03/2025

Intuma encane

Iyangema ezimbizeni uma udinga abantwana

Iyasiza uma unenkinga yokuphathwa amazinyo

Ilasiza kulabo abanenkinga yelumbo

Iyangena emithini yamacala

Kanti ke kuningi la ongayofaka khona

Ngiyeza nesthombe sayo Ndawee πŸ‘πŸ‘πŸ›

05/03/2025

KUSILE BANTWANA BETHONGO πŸ•―πŸ“ΏπŸ‘πŸ‘πŸ™‡β€β™‚οΈ

WENA ODAYISAYO,OSEBENZA NGABANTU,MFUNDISI,SISHIMANE,NYANGA,MATHANDAZI WOZA SIVULE LEYONHLANHLA.

VULANDLELA
UNGIBONISELE
MHLAHLO
KHANYISANI
MGANU
NDLELAZIMHLOPHE
ININGIZIMU
UMAYISAKA OBOMVU
UMAYISAKA OMHLOPHE
UJOJO POWDER RED
UBHUBHUBHU
IGWAYANA
UMBIZA

NB :GAYA OKUGAYEKAYO UHLANGANISE NGOKULINGANA UGQUME ,UGEZE KONKE UKWENZE 3 TO 5 DAYS USHO OKUFISAYO,YABONA LENDUKU UMA IZOTHOLA KUNGENAZICHITHO YONKE INTO IZIHAMBA NJENGOBA UKHULUMILE KUWO IZOKWENZEKA WITHIN 3 DAYS,BIZA BANTU,KUVULEKE KONKE OKUTHI INHLANHLA YEMALI NAKWEZOTHANDO ,KUYOGCWALA NABANTU BEKUTHANDE KUBE NGATHI UTHWELE.

Ndawee, Camagu, Makhosi, Lesedi Lesedi, Amen πŸ›

27/02/2025

KUSILE BANTWANA BETHONGO πŸ•―πŸ“ΏπŸ‘πŸ‘πŸ™‡β€β™‚οΈ

Uma ubona ngathi 'zinto zakho zivalekile azihambi kahle bamba lapha πŸ‘‡

Impepho
Fresh milk

NB : Gquma, geza phalaza konke kwenze 3 days idloz lakho lizokukhanyisela.

Ndawee, Camagu, Makhosi, Lesedi Lesedi, Amen πŸ›

17/02/2025

KUSILE BANTWANA BETHONGO πŸ•―πŸ“ΏπŸ‘πŸ‘πŸ™‡β€β™‚οΈ

AKE UBAMBE NAKHU OKUZOKUSIZA πŸ‘‡

INDUKU YOKUGEZA ENAMANDLA

ISGQUNGA
UMGADANKAWU

NB:HLANGANISA GEZA MAWUBUYA ESILAHLWENI,UMA UBUYAKOSHAYA ISCHITHO,UMA UCEDA KWENZA UCANSI,
GQUMA,PHALAZA UKHIPHE AMABHADI NEZICHITHO,CHELA NGAWO UKUXOSHA IZILWANE,THELA PHEZU KWEMPEPHO UMAKUDALA WAGCINA UKUGEZA UMSAMO

UMA UKUDE SIYAPOSA VIA PEP KANTI NGIYATHOLAKALA KULENOMBOLO 082 960 9403 CALL OR WHATSAPP πŸ›.

08/01/2025

Lishoni bantwana bedlozi πŸ‘πŸ‘

Bethela lingadlaleli ekhaya izulu laba 'bakusabisa ngezulu bejabhe lingasondeli nakusondela

BETHELA EKHAYA IZULU LINGANGENI

IMIQANENE YONKE
UBUVIMBO
MAYIME
ISKHUMBA SANONGWAJA
INSIZI YETAYI LEMOTO
IMPINDEMUVA
MPHENDULI
MLAHLENI
MDUMAPHANSI
IXOLO LOMOKHANO I-FISH
VUKA EMALIBENI
AMAFUTHA EDUBE
HLABAZIHLANGANE

NB:GAYA KUCOLISEKE UHLANGANISE NGOKULINGANA UFAKE EMABHONDLENI EZIGXABO UFAKE EMAKHONENI OMUZI OMUNYE WENZE ISICELO.

Ndawee, Camagu, ndawue,Makhosi, Ndarah mawe, Lesedi, Amen πŸ›

WhatsApp or Call @ 082 960 9403

01/01/2025

Wishing you a Happy New Year filled with joy, peace, and prosperity! May 2025 bring you countless blessings. πŸŽ‰πŸŒŸ

12/12/2024

Ngiyakhuleka ekhaya logogo nomkhulu πŸ‘΅πŸΏπŸ‘΄πŸΏπŸ“Ώ ngiyethemba nisaphila layikhaya Lempilo ngane zethongo πŸ‘πŸ‘πŸ›

Ngicela ukunitshela lezinto ezibalulekile cz senibadala manje
1 umuntu oshonile akangeni ebhokisini efakwe izicathulo
2 umuntu oshonile uyagundwa ama dreadlocks ekhanda
3 umuntu oshonile ukhishwa amazinyo eGold or Silver
4 umuntu oshonile akangeni ebhokisini egqoke impahla enamakinobho
5 umuntu wesifazane oshonile akagqokiswa ibhulukwe
6 umuntu wesilisa oshonile kukhishwa u-zip webhulukwe kuqala before ezogqokiswa
7 umuntu oshonele ngaphakathi ekhaya liyasebenza ihlahla
8 umuntu oshonele eClinic noma esibhedlela ulandwa ngehlahla
9 umuntu oshonele ngaphakathi ejele ulandwa ngehlahla
10 umuntu wesifazane oshonile ulandwa ngehlahla Umganu
11 umuntu wesilisa oshonile ulandwa ngehlahla Umphafa noma Umlahlankosi
12 umuntu oshone nge car accident uvalwa inxeba
13 umuntu oshone ngocelemba uvalwa inxeba
14 umuntu oshone eshiswe umlilo uvalwa inxeba
15 umuntu oshone ngesibhamu uvalwa inxeba
16 umuntu oshone ngomese uvalwa inxeba
17 umuntu oshone ezikhunga ngentambo silungisa leyontambo ashaywe ngoba kusuke kuvalwa umkhokha
18 umuntu oshone ngokugula nguyena olala ekhaya uma funeral yakhe izoba ngakusasa
19 umuntu oshone ezikhunga ngentambo akalali ekhaya ngoba nimulanda ekuseni ngelanga lomngcwabo
20 umuntu oshone ngengozi, isandla somuntu noma oshone ngomlilo akangeni ekhaya uma ningeke nimuvale inxeba
Inxeba lomuntu oshonile silivala ngomswani wembuzi
21 lenyama yembuzi yokuvala inxeba lomuntu oseshonile asiyidli ngoba sigubha umgodi siyigqibe noma ishiswe
22 uma isidumbu singakafiki ekhaya aniphili ama vegatables
23 inkomo yomuntu oshonile aniyihlabi emini ngoba kumele nilinde kusithele ilanga
24 ingane eshonile ithunwa ekuseni
25 asiphumi ekhaya ngesikhathi sango 12 ukuya emathuneni ngoba sihlukanisa im

Camagu, Ndawuwe, Makhosi, Ndaaa, Lesedi, Sangoma, Thokoza, Ndarah mawe, Amen πŸ™πŸ™πŸ›
082 960 9403/ 0733660723

03/12/2024

Lishonile ngane zethongo πŸ‘πŸ‘πŸ›

Ngithi angindlulise lokho " kwa Vodacom angitholakali kulezinsuku sinenkinga ye network ngitholakala kwa MTN nansi namba
O73 366 0723

Ndawee πŸ›

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Middelburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Ikageng Street
Middelburg
1055