HDG
HUMAN'S DIGNITY GROUP (HDG) yinkaphane esemthethweni inhloso yayo ukubuyisa isthunzi somuntu
01/01/2023
Ebesikwethembisile ngo2022 sesiqalileke siyakwenza....
Amaciko asevumelekile ukuJoyina....sizobuyisa Isithunzi sakho nami sizomelana nokuthi amaCiko asafufusa engaqashwa uma eqashiwe akhokhelwe imali engagculisi inhlamba njee yemali.
Sinezinhlelo eziningi ezizogcina ziwakhile okanye ziwavezile amaciko akithi asafufusa. Asikhethileke ukuthi iciko livela kuwuphi uMaspala okanye isifundazwe uma nje uzibonela isidingo sokuba ngaphansi kweHDG wamukelekile ukuJoyina.
Asikhethi uhlobo lobuciko onke amaciko amukelekile... kusukela kubaphathi bezinhlelo, izimbongi,abaculi,osomahlaya,abadansi/abagidayo, abathebulayo izithombe njalo njalo..
Ungaxhumana nathi :071 487 2877 call or WhatsApp
31/12/2022
Happy New year
Kanti ungaJoiner iHDG namhlanje, uhlukane nezindleko ze_Sound System, Cameraman, Invitation cards, Program Director ngokunjalo ne Cleaning Services ngomcimbi wakho
Call or WhatsApp Mr M Mlambo
071 487 2877
Ungazitholela ama Invitations cards AMAHHALA, Photographer ozokshuthela umcimbi wakho MAHHALA, Sound System (kanye no DJ/KEYBOARD PLAYER) MAHHALA kanti futhi ungaphinde uzitholele Amaciko azokunandisela konke lokhu kutholakal MAHHALA HHAAAA...!
Uma uyilunga leHDG
YOU CAN JOIN TODAY
CALL OR WHATSAPP MR M MLAMBO
071 487 2877
HUMAN'S DIGNITY GROUP (HDG)
Masilekelelane ekwakheni nasek'buyiseni IS'THUNZI SOMUNTU
Iqiniso lithi ngokweNdalo njee yomuntu, umuntu uyakdinga ukudla ukuthi unoMatric noma unoGrade 5 akusho lutho lokho isisu sidinga ukudla.
Indaba ka18-35 ayisebenzi ngempela esiswini somuntu.
As HDG sizimiseleke ukwenza amaPrograms azolekelela umphakathi ekubuyiseni isthunzi ukuthi ufundile noma aw'fundile, umncanane noma ukhulile thina sikholelwa ek'theni wonke umuntu ungumuntu.
Together we can Rebuild human's Dignity
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Contact the business
Telephone
Address
Zwenelisha Area
Mtubatuba
3935
