Umthombo wokuphila

Umthombo wokuphila

Share

If ngahambelani nendlozi awamukelekile

10/07/2026

Lmg Magnet plz follow like an comments ☝️

09/07/2026

Bayede

Wena ohlushwa zinyawo
Thola lokhu
Ubohlolo
Idambisa
Mvithi
Mhlakaza
Umkhiwane

Gcaba inyawo zikhale igazi bilisa lomuthi uthobe ngawo lah ogcabe khona uthethe manyazini ufake eyinhlangeni

Zobe suchopha anyanisi nogalic ufake phansi kwezinyawo ugqoke amasokisi ukwenza only if ulala

Amen🙏

09/07/2026

Bayede

Wena ofuna ugazi phecelezi ukuthandwa asambeke

Thola lokhu
Mganiselwa
Mdoni
Velabehleke
Umusa
Nhlahlemhlophe
Rosilina kancane

Hlanganisa ushise umuthi bewumlotha ukhiphe bese ufaka sitsheni sakho bese ufaka lokhu

Oil
Bhekamina ngedwa
Rosilina

Yageza yaphalaza yagquma vumbu abantu bekuphe imali bekuthande

09/07/2026

Bayede

Baphi abathi mkhulu ngaze ngashima akuvuki ndoda akuvuki ntombi ngiphelele mpela ngiyazizwa kodwa kumnyama

Follow and comments bese uhlala kuma comments
Amen🙏

09/07/2026

Bayede

Ngiyeza nenduku yomshado kodwa ngifuna usbarie asebenze bese kunika induku ungezi nosbarie ongumahlalela bese uthi ufuna umshado kulungile mawumthanda umfunela usizo ukuthi asebenze kulungile woza naye siqale silungise yena asebenze bese kulandela okomshado

Amen🙏

09/07/2026

Bayede

Ningixolele bandla akungeneki okwamanje inbox wam ngiyabona khona abangibhalelayo but kuzolunga kungekudala mawunawo WhatsApp xhumana nami kule number

0761854148
Amen 🙏

09/07/2026

Bayede

Nina besilo 🙏

Akulalwa nomuntu ozilileyo kungaba owesifazane noma owesilisa

Akulalwa nomfazi womuntu oshadile noma indoda nize nizalisane lokho amanyala kuwukufa nechilo

Bambelela ungasali endleleni hamba nomkhulu ngisho lokhu ngoba ukufa kuyisinyama usuke uyithwesa amacala uyogezwa ubani ekuphi azingani bese nithi izinto ayilungi kantie imikhuba lalela mntanenkoc akukho okufihliwe okungembulwa okwenza ebumnyameni kovela ekukhanyeni noma ungathi isikhathi siyakuvuma liyeza ilanga lah koqaqwa khona izinto

Wemakonti wathelwa ngenyongo kulowo muzi wenza sethembiso wangeniswa wabikwa ezinyanyeni osukwenza ukwenziswa yini ngalawulwa nkanuko ayibuyiseli ngalutho kunalokho uthwesa ingane oyizele ekhaya umuthwalo ngesenzo sakho zosala zihlupheka impilo yazo yonke ngomkhuba owenza ekhaya ngisho ungafa idalo zokujikisa uzothetha amacala yilaphoke oyobuya zohlupha abasele emhlabeni

Angiphathike mase uke wazala umntwana wathi owala owenda khona uyohlupheka mpilo yakhe yonke izidalwa zixabana phezu kwakhe ngesenzo sakho

Awu kodwa madoda akithi akenibe nesimilo bakithi nihloniphe eminye imizi yamanye amadoda ungena kanjan esithebeni sakomunye umuzi uze udle pho phakathi emagcekeni yichilo lelo mabhungu akithi ayenziwa leyonto ningayenzi

Ngikhuluma lokhu ziningi izinto eyikhona esibukayo nesihlangabezana nazo thina belaphi eyintweni zamabomu sekofanele silungise

Ngizonichazela ukuthi sidlula kanjan kulesisimo hlala ekhasini likamkhulu uzophila

Mayelana nemibuzo
0761854148
Noma search
Mkhulu zululiyeza sobahle🙏

09/07/2026

Bayede

Geza amacala nezono ngawashiyi eyinganeni zisale zihlupheka emhlabeni ngikhuluma nabazali bezingane nemindeni

Abantu bahlupheka nje yingenxa yalesisimo engisibekayo bantu benkosi isono siyavunywa sigezwe awukwazi ukubaleka kuze kube sekupheleni

Khuluma lokhu baningi abantu abanezimfihlo akuphumeki kuzona basaba nokuyikhuluma ngenxa yobunzima ababubukayo

Nani bantwana enisele neyinkinga ningasabi ukubeka udaba loyisemkhulu benu ukuze umkhulu aniphe ikhambi lokulungisa

wenzan gonyuluka uthole ikhambi lokulungisa ukuze uphile noma ngasaphilanga wena cabangele isizwe esisemvakwakho nabantwana bakho

Ngiyazi bakhona abasabayo ukuphumela obala kulula ngena kulomqhafazo ongezansi ubeke inkinga yakho sikuphe ikhambi

Search
Magwaza ucaca fcbk
WhatsApp
07618514148

09/07/2026

Bayede

Wena ofuna ukuphahla khulume nendlozi lakho Bamba lah

Hamba entabeni phathe lokhu
Ilongwe lenkomo
Impuphu ngenkomishi
Zibani yellow white
Isnemfu

Hamba entabeni layite ibani zivuthe shisa ilongwe lishunqe thela ugwayi phansi ubabize khuluma lokhu ofuna ukukusho ngesikhathi ukhuluma ukha lempuphu uyakhuluma lokhu ofuna ukukusho ucele impendulu qeda cime ibani uyekhaya ukhuleke kuzo

Amen🙏

09/07/2026

Bayede

Wena ohlushwa likhanda elingapheli lishaya ngapha nangapha awukwazi nokubuka

Ikhanda leqhimilili
Mlulama
Mbhejisa kancane
Mayime kancane
Mpila

Shisa ikhanda libe yinsizi noma umlotha gaya imithi befine hlanganisa bhema kancane eksen ntambama Nya inkhanda

Amen🙏

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Pietermaritzburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Website

Address


None
Pietermaritzburg
IT'SONLYABOUTINFORMATIONOFANCESTORS