DR LT NENE

DR LT NENE

Share

uNene umelaphi wendabuko osizayo kakhulu ongasebenzi ngokuziphakamisa kodwa unikezwa okukufanele nokudingayo,,angizwani nabantu abangenaqiniso

16/08/2022

Nene sthenjwa vezi kandaba ๐Ÿ™๐Ÿ™Nina abambewu mbili abacombi thusi nesakazi ๐Ÿ™๐Ÿ™Nina abanyawo zimnkenke ngabe zankenkwa yini cezu olukhulu olwaphuma ethusini๐Ÿ™๐Ÿ™ madlokovu ngema ntusiyenkomo sabela uyabizwa wena wasengweni mngadi ๐Ÿ™๐Ÿ™ mujikamafu sthullisasengweni nasentendeni yesandla ๐Ÿ™๐Ÿ™๐Ÿพ bokhokho nokhulu nomkhulu bogogo nonke,, ngiza kuwe nalabantu godolumyama olukade lwalubahila bonke abeze ukuthamela usizo lwezimpilo namuhla ngibaletha kini ngithi baphumeleliseni nibaphe zonke izidingo zabo,, nixazulule zonke izinkinga ababhekekene nazo emakhaya ematohweni ngisho ezindleleni zabo nibakhanyisele

09/08/2022

Ilumbo
Istroke
Izibhobo
Amahlaba
Umzimba omubi
Inkinga yasendlini
Imfuyo
Ukubuyisa othandwa uwe
Uma unenkinga yokungatholi abantwana
Uma ufuna umsebenzi
Ukuqinisa umzi wendoda

09/08/2022

Sanibona dumelang molweni abusheni ndimatekwana aghe nonke ma Africa nin kulolusuku

29/05/2022

Amen bangcwele ninjn ngokwesimo engiphansi kwaso asimnandi kukuthi,,amathonga nezinyanya zako muji zisenami

28/03/2022

Bafethu nonke eni like I page lika doctor Nene sinifisela okuhle kodwa umlomo wethu uyadala we must be showt konke esikudingayo kuzofika masinyane๐Ÿคž๐Ÿคž๐Ÿคž๐Ÿคž๐Ÿคž

26/03/2022

Uma unenkinga yebhadi noma amathunzi amnyama inbox me noma uye ku WhatsApp

23/03/2022

Ngesonto esiya kulo abazothatha iziwasho bonke bafike from,,,09:00 #

20/03/2022

Abafuna ukuhlolelwa bashayela kulenombolo,,,0729096773 uthenga ikhandlela elimhlophe nomentshisi senda I airtime R29,00 Vodacom

20/03/2022

Namuhla ngo 12:00 # udokotela uzokhulekela iziwasho zabantu Kanye nabagulayo nabanezinkinga nje

18/03/2022

Iziwasho
Bhekamina ngedwa
Inhlanhla emhlophe
Inhlanhla yedlozi
Uvula kuvaliwe
Ichibi
Isiphethu
Umfula ohambayo

18/03/2022

Umlomo omnandi yonke indawo lapho uhamba khona
Icala alibhekwa

18/03/2022

Ubulawu bamasoka
Isigezo sezintombi
Uvula kuvaliwe
Udela unina kukhona woza nawe

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Pietermaritzburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Table Mountain Road
Pietermaritzburg