Izindatshana
Izindatshana ��
Part3
Season 2
Umntwan wenkosazan 🧜🧜🌹
(Sezisondela izinsuku zokuteta kwenkosazane impela no Thembalethu usekulindele lokho)
Thembalethu:mama😋🤗kanti umntana uzomuteta Nini
Nkosazane:ungakhazeki mntanami uyeza udadewenu🥀😋
Thembalethu:angiv ngimjahile yoooh,🌱☺️
Nkosazane;ncooo khululek mntanami 🥀
(Inkosazane yamanzi impela izinhlungu zyandanda kuthe kusenjalo besaxoxa kwavele kwaduma enyen inhlobo yezulu no Thembalethu wayengayijwayele wabalek wangena emanzini uthe Uma esezwa kwakhala umntwan ezwa engaphaka thi esiziben waphumela phandle 💗💞🙈 lapho umethi uyaqalaza emafini kwakungathi akukave kwenzek lutho yiz umkhemezelo usekhona kwakunothingo lwenkosazane elihlobisile lilihle njengejwayelo kodwa wethuka uthembalethu)
Thembalethu:🙈☺️mama sisakhuluma nje wavele wenza eyibukwayo
Nkosazane:🤗🌷bese kuyiskhathi mntanami .Uyambo muhle kanjani
Thembalethu:(esho emthinta) kakhulu 😍💗fth ngyamthanda
(Impela inkosazane yamanzi yamunika iziyalo ngekathi imshiya naye lomntwan isiphindela olwandle )
Part 2
Season 2
Umntwan wenkosazan 🧜🧜🌹
(Kukakhumalo impela u Thubelihle khumalo useyinkosin yasigodi njoba ehambe enyathelweni zababa wakhe u mntungwa impela labantwan ba cebile ngenye indlela impela nescathulo sisala emnyango awutshelwa umuntu yiz nomakhelwan benyenyeza okuth u thembalethu uthwale ngabazali bakhe ngk asimame ngokushesha kanje ekuben esemncane ngaloluhlobo kanti kusemzin ka Thubelihle Kanye nomakoti wakhe u madlamin)
Thubelihle; mntakwethu 🤗😍angive ngijabula manginawe impela emagcekeni akokhumalo kuhlotshisiwe ngezimbali ezingajwayelekile 💞🙈nami ngithuka sengijika nawe ngendlela engingayiqodi mamakhe impela nobukhosi bakithi busemathubeni amahle okuth kwaziwe izigodi nezigodi okuth ☺️🌷bucebile fth inkosikazi yakh izothile
Madlamin:kodwa baba💗🌷awuv udlala ngami yiz ngingakakholwa nje mina 🥀khona ngakuthanda ngiqala ukukubona😋🌹mina mntungwa
Thubelihle:🌷🤗nami ngokunjalo ngoduso ym 😍🌹🌱kodwa wawungasho ngani mamakhe okuth uyazithandela min🙈💞
Madlamin:kwakungelula kumntwana wenkosi ukusho njalo kwakumele izikhethele Yona hawu💗👌☺️
Thubelihle:mhhh😋💞iwona amandla yengekh mntaka Dlamin 🤗🥀ngabona okuth kungcono ngithumele u cc wam
Dlamin:njoba ukhuluma kanje (esho ngesihle I smali less🤗☺️)
Thubelihle:kukhuluma inhliziyo 💞mawungazik nanakhe iyona engipha amandla ngenxa yothando enginalo ngawe💗🧜🌷bbe want
(Impela kumnandi phakathi kwalezithandani yiz imdeni yabo isibajikele 😥)
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Telephone
Website
Address
Eat Street
Pietermaritzburg
