Mkhulu mlangeni
Sisiza wonke umuntu onezinkinga Odinga ukulashwa ngesintu
Ndabezitha syakhuleka
Re-post
Idlozi nesthunywa
Kunabantu abanalezi zombili isithunywa nedlozi labantwana bakwethu badinga ukulashwa ngokukhulu ukucophelela ngoba akumele okunye kusale kokunye and akumele udonse okungafanele kuqala Kanti kumele udonse okunye lapha kumele ubhekisise ukuthi isithunywa esakuphi and idlozi elakuphi ungaze uphambanise izinkomishi ,once waphambanisa izinkomishi leyongane yabantu uyobe usuyimoshile and usuyimoshele👏 bakwethu Uma ulapha loluhlobo lomuntu kumele ngempela ubenesineke nobuchule...
Baningi abantu abadonsa ngakubili kanjena and kumanje labobantu kumanje bayadideka ukuthi kwenzakalani ezimpilweni zabo ngoba abalapheki and kumnyama.kunakuqala Kanti abakamtholi umuntu ozoqonda into.ebaphethe...ziningi izingane zabantu ezathwasa zaphothula kodwa wathola ukuthi ziphethe kubili kwanakwa one kwasala one kumanje lowomuntu kumnyama kwasani Kanti kukhaleleka lokho okwasala... bakwethu asiyibheke syibhekisise lendaba..
Asingalaphi okongekona.noma.silaphe sishiye endleleni kodwa sidinga ukulapha abantu ngendlela nangeqiniso👏👏👏
Asiphusheke mtakagasela mshana kukude emakhaya
Ndabezitha syakhuleka
Sanibonani Bantu bakithi 👏👏
Ndabezitha syakhuleka
Woza nawe onezinkinga
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Telephone
Website
Address
Edendale
Pietermaritzburg
R50
