Iziprofeto nezibusiso

Iziprofeto nezibusiso

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Iziprofeto nezibusiso, Health/Beauty, Pietermaritzburg.

Sisiza wonke umuntu one inkinga simuxazululele zona,, sikwelaphe,, nangokomphefumulo,, sikukhulekise,, nama product kamprofet ayatholakala kalula nje,, wuyaphiliswa kwa Duma,, kamthombeni

16/09/2023

Happy birth day to my selfπŸΌπŸΌπŸΌπŸŽ‚πŸŽ‚πŸŽ‚πŸŽ‚πŸΌπŸΌπŸŽ‚πŸŽ‚πŸŽ‚πŸΌπŸΌπŸΌI lv my self

23/03/2023

Sanibonani ngane zedlozi,, ngifisa n**i ukuthi lapha kwa Duma siye lapha,, asidlali ngabantu futhi senza isiqiniseko sokuthi wuyakuthola okudingayo,,, baningabantu tholukuthi banezinkinga zinzima izintozabo zivalekile,, qaphelani if wachithekelwa yisisu wangabona kumbe wabona wangenza lutho,, leyonto ivalangqi enhlanhleni yakho,, kumbe umuntu wakini wakhiphisisu maqede wathula leyonto inivalelanonke khaya,, Uma walala nentombazane wakhiphisisu kumbe wachithekelwa mfana wusenkingeni kmelugezwe leyonto,, nabantu besfazane kumele bagezwe leyonto,, yingako nje makade wenzi s*x kmelugezwe ngo awazi lowomuntu secobhozwe kangaki,,, sinawo amabhavu layikhaya,, sisusa Wonkama bhadi namathunzi kumenzo,, syasiza kakhulu ngo kuningi,, sinezigubhu zinzima kakhulu kwa sebekhathele yinhlupheko

22/04/2022

Asiyekeni ukuhamba sikholwa amanga,, I kolo yazosixhaphaza labantu abafikanayo babe funa snake I kolo bona babe bedla umhlaba yethu nemfuyo,, akukho oyedwa umlungu owafika ethweli plazi nezinkomo LA kodwa manje yibona bano the ukukwedlula thina,, bakutshelukuthi wuzongene zulwini mawupha isandlesiphayo sibusisiwe,, phonsa ngenhla ulinde ngenzansi,, khona bezothatha bona zihlakaniphi,, if e zulwini kuyindawo e mnandi,, yini wonkumuntu engazibulali khonezoyakhona,,, lalelani LA ayikhwindawo e mnandi eyedlula LA emhlabeni,, waze LA ukuzo phila ubuyufe,, yi leyo inhloso yoku phila,, manje asingakhohliswa abebala e limhlophe ngalento ye Christianity, ayikho sibanjwe ngobhongwane,, khona manje bengise pasikeni niyothandaza kwizinyanya zengcindezelo ukuba zinicindezele kakhulu,, ngoba yizonezabasunguli be phasika,, kulonyaka beli mhlaka 15 ngonyakozayo lizo shintsha,, kantu jesu wafanini,, bakwethu izintwezingena msebenzi kmelesiziqapheleni akunankinga mawuyoziculela nje nabanye nithandazeke kodwa musugxila ku lento ngoba izokushiya eskhaleni,, wu khohlwa woyihlomkhulu, wuyokhuleka kwabangakuzwa nomu uthini,,intwekuxhumanisa nedlozi lakho yinkabayakho negazi ngoba wu yigazi lika yihlomkhulu loko ngekushintshe,, hlambululani amadlozenu,, nigezwe Nani ukugezwa kususa wonkamathunzi amabi kuwena nase dlozini lakho I mbala,, mhlampu nesichitho wuthakathiwe ngoba bukhona ubuthakathi,, futhi mune sichitho ngeke sikhishwe wu mthandazi khohlwa,, sikhishwe ngomuthi njengoba sakhiwa ngawo futhi,, washonelwa bazali, yingane,, yisoka, or Intombi, noma umakoti geza phela,, kuthangihlolele abanye LA Kade ngibagudla kodwake angikho lapho, asigezwe kuqaqeke izintweziboshiwe ngathi

10/03/2022

Mabahlanjululwe mhlaka 13 ngyohlambulula bantu kwi mpophoma weno nebhadi, ongawutholu msebenzi,, izintozakho azihambikahle,, asazi wuzokwenzenjani,, a sihlangane kwimpophoma uzogwzwa ku mahhala hhaaa a,, phathi khandlela e limhlophe,, sizoku siza,, siya empendle nzinga lapho abantu beyolandakhona izibusiso zabo,, ngyaphinda ku mahhala hhaaa,, nemibuzo ngithinte ku inbox

26/02/2022

Silapha lezifo layikhaya nokunye okuningi,
Ilumbo
Isichitho,, sentwala,, masimbenja, iqaqa, ukhuphe,
Ikhanda
Isifuba somoya
Isifuba sedliso
Inkwashu
Lumba okugadlayo
Qina
I Bhande lokuqina
Gezwa izithunzi ezimbi
Gezwa idlozi
Othwasayo siyamsiza
Onomndiki. Siyamsiza
Indawe
Igobongo
Umnono
Cupha obulale isihlobosakho
Lumba ithuna
Lumba ontshontshile kwakho a uyise konke akuntshontshile
Khafula isithandwasakho sibuye Uma sesikushiyile.
Mubambe zwewena wedwa
Imixovo yabesimame
Lonkuhlobo lwamadliso siyalwenza lawo thando.
Vusinduku ubhebhe kuzekuse,, mhlambe azasuze,, mbheduyajika
Izinhlanga zomsebenzi
Umuthi womsebenzi
Qeda isidina kuwe
Abakuhloniphe
Thola isikhundla emsebenzini
Owenhlanhla,,,
I zigubhu zemali
I zigubhu zokudonsa mathwasa
I zigubhu zoku bhula,,
Izinhlanga zesithunywa kwabanomoya
Vula I sithunywa sakho

01/02/2022

Bantabami,, umkhulu sesebenzile manje kakhulu sekuzomele ngithole umamu gobela,, loku nanoma ngubani okufisayo ukuthi ashadelwe,, kodwa akusibonabinke abayoba kuleyonhlanhla,, kubalulekile ukuthi into uzenzenje kahle ungatatazeli,, Mina ngiphila impilo ekhululekile futhi ngyaxoxakakhulu nabantu futhi ngyawuhlonipha umsebenzi wami,,, ngicela uku shiya lomyalezo komama,, naku bantu besifazane,, ngifisa ukulobola Intombi ntohhh ayibeyinhle ikhanye ngokwe Bala,, midium emzimbeni,,, kwabasenezi ntombi ntoh emakubo abazethembayo,, zikhoninkomo kithi,, fakisithombe somuntu omthembayo LA bese kulezi zithombe,, yinina nonke abakulelikhaya abazovotela owu namba 1 ongaba wumama uDuma,, asizifakenike izithombe zabantu esibethembayo khumbula Intombi ntoh,, umuthathamashansi siyoku exposer khonala futhi ukuthi bewu ama ukweba izinkomo zakithi,, in 321 peeeee azizizithombe

Igula likamthombeni 19/12/2021

Igula likamthombeni WhatsApp Group Invite

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Pietermaritzburg?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Pietermaritzburg