IMBOKODO 96.8 FM
Imbokodo FM
24/06/2026
Jeremiah 29
13 You will seek me and find me when you seek me with all your heart. 14 I will be found by you,” declares the Lord, “and will bring you back from captivity.[b] I will gather you from all the nations and places where I have banished you,” declares the Lord, “and will bring you back to the place from which I carried you into exile.”
Greetings bangcwele siyanimema kulomkhuleko
18:00-06:00
Whole night prayer
Date : 10 July 2026 Friday night
Venue: 2 Cathedral Road , Denise Hall
Next to Fish market, eRank yase F&G Emlazi
For more info : 076 4977 247
20/06/2026
Sawubona Mfundisi kanye neBandla,
Ngithemba nisaphila nonke kahle.
Ngijabule kakhulu ukumema wena kanye nebandla lonke ukuba nizohambela i-Prophetic Retreat ehlelelwe yi-Prophetic Wave Movement ngaphansi kobuholi bukaMprofethi S.W. Madwe (Dr).
Lo mhlangano uzogxila ezifundisweni ezinamandla kanye nokudluliswa kwamandla koMoya (Impartation), iSipho sesiProfetho, kanye neHhovisi loMprofethi.
Imininingwane Yomcimbi:
Usuku: 22 August 2026
Isikhathi: 10:00
Indawo: The Balmoral Hotel - Durban
Imali Yokungena: R500.00
Dress Code: Okumhlophe kanye nokusa Golide kancane.
Siyobe sihanjelwe yisivakashi esikhethekile, u-Dr Favour Mabaso ovela e-HOD, ozosikhonza.
Ubukhona kwakho siyokuthokozela kakhulu.
Sicela udlulisele lesimemo nakubazwalwane.
Ngiyabonga,
Mprofethi S.W. Madwe (Dr)
074 512 9682 / 074 479 3331
MLAZI YOUR TIME ..‼️📢
INSINDISO IFIKILE AMANDLA UGCOBO IMPILISO
UNKULUNKULU NO MUNTU
Pinetown konakele izwi lenkosi prophecy healing and deliverance miracles ungaphoswa...
Entry free ‼️📢
NKONZ ENKULU SIMEME MPROFETH WOZA ZOZWA NKULUNKULU UTHINI NGEMPOLO BUSINESS MSHADO KANYE NOBIZO LWAKHO ...
Hi apostle Bhelebane Bhele
Ngiyakumema fika nomndeni wakho uzozwa Nkulunkulu ekhuluma nempilo yakho kushintshe sumo sakho
Basekhona abaprofethi ababonayo nabalalela Nkulunkulu banenkonzo yoku profetha niyamenywa kulenkonzo kuyobe kushunyayelwa izwi kuprofetha kakhulu ungaohoswa
Click here to claim your Sponsored Listing.
Telephone
Website
Address
16 Dales Avenue , Total Square Building
Pinetown
3610
