Iziwasho ezinamandla
Njengoba izulu liphakeme kunomhlaba kanjalo imicabango yakhe ayifani neyethu.
12/05/2026
R150
udumba usebenza ngezindlela eziningi abantu bawazela for sexual arousal.
Mina ngiwuthakela ukuthi uthandwe abantu mawuzisebenza uphakamise business lakho.
Ngoba kungenjalo uma uwusebenzisa ngenhloso yokufezekisa inkanuko lento ikuholela ejele.
09/05/2026
Get the best business services you desire
π₯π―ππ
07/05/2026
Turn your business idea into reality!
Apply for funding.
You will never catch unless you're fishing!
We are here to help you with whatever it takes.
π₯π₯
"Never, never and never again shall it be that this beautiful land will again experience the oppression of one by another"
ubani owasho lamazwi, ewasho kuphi (place)
ewasho nini(year)
ophendule kahle ngzomthengela airtime ka R5.
Iziwasho ezinamandla
Azibuyele ecaleni iziwasho namhlanje ngizothaka induku yokushaya isitha.
let me tell you something bantu abathanda ukfaka abanye ischitho.
ngenkathi ubuphehla uthuvi, steam lesi siyahlala nakuwe mthakathi ndini.
Mina mungiphehla ngomuthi kuvaleka ngisho no R370 wakho.
Angisilona phela ivukane ebunyangeni.
26/04/2026
ππ₯Imbila yaswela umsila ngokuyalezela!
Iziwasho ezinamandla
25/04/2026
combo yokugeza emfuleni.
uzalwa kabusha ngale set.
ikakhulukazi uma amabhakede wakho uzowahlukanisa kabili.
Elinobulongwe ufake imithi yamathunzi.
elinobisi, amaqanda nomlotha ufake ubulawu.
ugeze emfuleni ohambayo.
uqale ngokugeza ngelinobulongwe.
Masugezile emfuleni usungaqhubeka-ke neziwasho zenhlanhla.
24/04/2026
Iziwasho sizikhanda ngalemithi.
Click here to claim your Sponsored Listing.
Contact the business
Telephone
Website
Address
91 Blinkbonnie Road
Pretoria
4091
