Amaphikelela kajesu ayanqoba

Amaphikelela kajesu ayanqoba

Share

Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Amaphikelela kajesu ayanqoba, Health/Beauty, Emondlo 3105 Gobinsimbi Street a594, Vryheid.

Asakhe ibandla lenkosi ngokukhuluma esikufundisiwe emazwini ayo ukuze kubekuhle kumnikazi walo ongujehova asimkhonze .akukhethiwe muntu uma ungena ngegama nje kuphela likajesu inkosi inibusise amen

07/09/2021

Siphila esikhathini esinzima lapho ubuhlungu sibuzwa sidonsa kanzima empilwemi .ngakho noma siyizwa inhlungu asibekezele emkhulekweni kuthiwa ujehova wadala izinhliziyo nezindlebe namehlo okusho ukuthi unamandla okubona inhlungu esenhliziyweni yomuntu futhi uyabona lapho sihlushwa noma sihlupheka uma sizihlanganisa naye wosenzela uncedo olukhulu

07/09/2021

Ingabe uyakholelwa ukuthi la emhlabeni siphilela unkulunkulu nokuthi asinamuzi omiyo la emhlabeni uma ukwazi lokho say amen god will bless you

Photos from Amaphikelela kajesu ayanqoba's post 26/08/2021
26/08/2021
Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Vryheid?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Emondlo 3105 Gobinsimbi Street A594
Vryheid
1046